isiZuluIsiHebheru (WLC)IsiNgisi (Berean Standard Bible)
1Bheka, umuhle, sithandwa sami; bheka, umuhle. Amehlo akho angamajuba ngemva komgubuzelo wakho. Izinwele zakho zinjengomhlambi wezimbuzi owehla entabeni yaseGileyadi.הִנָּ֨ךְ יָפָ֤ה רַעְיָתִי֙ הִנָּ֣ךְ יָפָ֔ה עֵינַ֣יִךְ יוֹנִ֔ים מִבַּ֖עַד לְצַמָּתֵ֑ךְ שַׂעְרֵךְ֙ כְּעֵ֣דֶר הָֽעִזִּ֔ים שֶׁגָּלְשׁ֖וּ מֵהַ֥ר גִּלְעָֽד׃How beautiful you are, my darling— how very beautiful! Your eyes are like doves behind your veil. Your hair is like a flock of goats streaming down Mount Gilead.2Amazinyo akho anjengomhlambi wezimvu ezigundiwe ezikhuphuka lapho zigezwe khona; zonke zizala amawele, futhi akukho eshonelwa phakathi kwazo.שִׁנַּ֨יִךְ֙ כְּעֵ֣דֶר הַקְּצוּב֔וֹת שֶׁעָל֖וּ מִן־הָרַחְצָ֑ה שֶׁכֻּלָּם֙ מַתְאִימ֔וֹת וְשַׁכֻּלָ֖ה אֵ֥ין בָּהֶֽם׃Your teeth are like a flock of newly shorn sheep coming up from the washing; each has its twin, and not one of them is lost.3Izindebe zakho zinjengentambo ebomvu klebhu, nokukhuluma kwakho kuyathandeka. Uhlangothi lwekhanda lakho lunjengocezu lwehalananda ngemva komgubuzelo wakho.כְּח֤וּט הַשָּׁנִי֙ שִׂפְתֹתַ֔יִךְ וּמִדְבָּרֵ֖יךְ נָאוֶ֑ה כְּפֶ֤לַח הָֽרִמּוֹן֙ רַקָּתֵ֔ךְ מִבַּ֖עַד לְצַמָּתֵֽךְ׃Your lips are like a scarlet ribbon, and your mouth is lovely. Your brow behind your veil is like a slice of pomegranate.4Intamo yakho injengombhoshongo kaDavide, owakhiwe waba yizinhla. Kulengiswe kuwo amahawu ayi-1 000, wonke ayizihlangu zamaqhawe.aIsiHebheru asicacile.כְּמִגְדַּ֤ל דָּוִיד֙ צַוָּארֵ֔ךְ בָּנ֖וּי לְתַלְפִּיּ֑וֹת אֶ֤לֶף הַמָּגֵן֙ תָּל֣וּי עָלָ֔יו כֹּ֖ל שִׁלְטֵ֥י הַגִּבּוֹרִֽים׃Your neck is like the tower of David, built with rows of stones; on it hang a thousand shields, all of them shields of warriors.5Amabele akho womabili anjengamazinyane amabili,
amawele ensephe yensikazi,
aklabile phakathi kweminduze.שְׁנֵ֥י שָׁדַ֛יִךְ כִּשְׁנֵ֥י עֳפָרִ֖ים תְּאוֹמֵ֣י צְבִיָּ֑ה הָרוֹעִ֖ים בַּשּׁוֹשַׁנִּֽים׃Your breasts are like two fawns, twins of a gazelle grazing among the lilies.6Luze luphefumule usuku
nezithunzi zibaleke,
ngizoya entabeni yemure
nasegqumeni lenhlaka yempepho.עַ֤ד שֶׁיָּפ֨וּחַ֙ הַיּ֔וֹם וְנָ֖סוּ הַצְּלָלִ֑ים אֵ֤לֶךְ לִי֙ אֶל־הַ֣ר הַמּ֔וֹר וְאֶל־גִּבְעַ֖ת הַלְּבוֹנָֽה׃Before the day breaks and the shadows flee, I will make my way to the mountain of myrrh and to the hill of frankincense.7Umuhle wonke, sithandwa sami;
akukho sici kuwe.כֻּלָּ֤ךְ יָפָה֙ רַעְיָתִ֔י וּמ֖וּם אֵ֥ין בָּֽךְ׃ סYou are altogether beautiful, my darling; in you there is no flaw.
8Woza nami uvela eLebhanoni, makoti; woza nami uvela eLebhanoni. Bheka phansi usesiqongweni se-Amana, usesiqongweni seSeniri neseHermoni, usemihumeni yamabhubesi nasezintabeni zezingwe.אִתִּ֤י מִלְּבָנוֹן֙ כַּלָּ֔ה אִתִּ֖י מִלְּבָנ֣וֹן תָּב֑וֹאִי תָּשׁ֣וּרִי׀ מֵרֹ֣אשׁ אֲמָנָ֗ה מֵרֹ֤אשׁ שְׂנִיר֙ וְחֶרְמ֔וֹן מִמְּעֹנ֣וֹת אֲרָי֔וֹת מֵֽהַרְרֵ֖י נְמֵרִֽים׃Come with me from Lebanon, my bride, come with me from Lebanon! Descend from the peak of Amana, from the summits of Senir and Hermon, from the dens of the lions, from the mountains of the leopards.9Uyithumbile inhliziyo yami, dadewethu, makoti; uyithumbile inhliziyo yami ngelilodwa lamehlo akho, nangomgexo owodwa emigexweni yakho.לִבַּבְתִּ֖נִי אֲחֹתִ֣י כַלָּ֑ה לִבַּבְתִּ֨ינִי֙ מֵעֵינַ֔יִךְ בְּאַחַ֥ד עֲנָ֖ק מִצַּוְּרֹנָֽיִךְ׃You have captured my heart, my sister, my bride; you have stolen my heart with one glance of your eyes, with one jewel of your neck.10Kuhle kangakanani ukuphulula kwakho, dadewethu, makoti! Ukuphulula kwakho kuhle kunewayini, nephunga lamafutha akho lihle kunazo zonke izinongo.מַה־יָּפ֥וּ דֹדַ֖יִךְ אֲחֹתִ֣י כַלָּ֑ה מַה־טֹּ֤בוּ דֹדַ֨יִךְ֙ מִיַּ֔יִן וְרֵ֥יחַ שְׁמָנַ֖יִךְ מִכָּל־בְּשָׂמִֽים׃How delightful is your love, my sister, my bride! Your love is much better than wine, and the fragrance of your perfume than all spices.11Izindebe zakho ziconsa uju lwekhekheba, makoti;
uju nobisi kungaphansi kolimi lwakho,
nephunga lezingubo zakho linjengephunga leLebhanoni.נֹ֛פֶת תִּטֹּ֥פְנָה שִׂפְתוֹתַ֖יִךְ כַּלָּ֑ה דְּבַ֤שׁ וְחָלָב֙ תַּ֣חַת לְשׁוֹנֵ֔ךְ וְרֵ֥יחַ שַׂלְמֹתַ֖יִךְ כְּרֵ֥יחַ לְבָנֽוֹן׃ סYour lips, my bride, drip sweetness like the honeycomb; honey and milk are under your tongue, and the fragrance of your garments is like the aroma of Lebanon.
12Uyinsimu evaliwe,
dadewethu, makoti;
umthombo ovalelwe,
isiphethu esivalwe ngophawu.גַּ֥ן׀ נָע֖וּל אֲחֹתִ֣י כַלָּ֑ה גַּ֥ל נָע֖וּל מַעְיָ֥ן חָתֽוּם׃My sister, my bride, you are a garden locked up, a spring enclosed, a fountain sealed.13Amahlumela akho ayinsimu yamahalananda enezithelo ezikhethekileyo, ihena kanye namanadi,שְׁלָחַ֨יִךְ֙ פַּרְדֵּ֣ס רִמּוֹנִ֔ים עִ֖ם פְּרִ֣י מְגָדִ֑ים כְּפָרִ֖ים עִם־נְרָדִֽים׃Your branches are an orchard of pomegranates with the choicest of fruits, with henna and nard,14inadi nesafroni, umhlanga onephunga nesinamoni, nazo zonke izihlahla zenhlaka yempepho; imure nama-aloe, kanye nazo zonke izinongo eziphambili.נֵ֣רְדְּ׀ וְכַרְכֹּ֗ם קָנֶה֙ וְקִנָּמ֔וֹן עִ֖ם כָּל־עֲצֵ֣י לְבוֹנָ֑ה מֹ֚ר וַאֲהָל֔וֹת עִ֖ם כָּל־רָאשֵׁ֥י בְשָׂמִֽים׃with nard and saffron, with calamus and cinnamon, with every kind of frankincense tree, with myrrh and aloes, with all the finest spices.15Uyisiphethu sezingadi, umthombo wamanzi aphilayo, nemifudlana egeleza ivela eLebhanoni.מַעְיַ֣ן גַּנִּ֔ים בְּאֵ֖ר מַ֣יִם חַיִּ֑ים וְנֹזְלִ֖ים מִן־לְבָנֽוֹן׃You are a garden spring, a well of fresh water flowing down from Lebanon.16Vuka, moya wasenyakatho,
woza, moya waseningizimu!
Phephetha ensimini yami,
ukuze izinongo zayo zigeleze.
Isithandwa sami masize ensimini yaso,
sidle izithelo zaso ezikhethekile.ע֤וּרִי צָפוֹן֙ וּב֣וֹאִי תֵימָ֔ן הָפִ֥יחִי גַנִּ֖י יִזְּל֣וּ בְשָׂמָ֑יו יָבֹ֤א דוֹדִי֙ לְגַנּ֔וֹ וְיֹאכַ֖ל פְּרִ֥י מְגָדָֽיו׃Awake, O north wind, and come, O south wind. Breathe on my garden and spread the fragrance of its spices. Let my beloved come into his garden and taste its choicest fruits.