isiZuluIsiHebheru (WLC)IsiNgisi (Berean Standard Bible)
1Ekupheleni kweminyaka eyisikhombisa uyokwenza ukudedela izikweletu.מִקֵּ֥ץ שֶֽׁבַע־שָׁנִ֖ים תַּעֲשֶׂ֥ה שְׁמִטָּֽה׃At the end of every seven years you must cancel debts.2Nansi-ke indaba yokukhululwa: wonke umbolekisi makayeke lokho akuboleke umakhelwane wakhe; makangaphoqi umakhelwane wakhe noma umfowabo ukuba akhokhe, ngoba kumenyezelwe ukukhululwa kuka\nd iNKOSI\nd*.וְזֶה֮ דְּבַ֣ר הַשְּׁמִטָּה֒ שָׁמ֗וֹט כָּל־בַּ֨עַל֙ מַשֵּׁ֣ה יָד֔וֹ אֲשֶׁ֥ר יַשֶּׁ֖ה בְּרֵעֵ֑הוּ לֹֽא־יִגֹּ֤שׂ אֶת־רֵעֵ֨הוּ֙ וְאֶת־אָחִ֔יו כִּֽי־קָרָ֥א שְׁמִטָּ֖ה לַֽיהוָֽה׃This is the manner of remission: Every creditor shall cancel what he has loaned to his neighbor. He is not to collect anything from his neighbor or brother, because the LORD’s time of release has been proclaimed.3Ungamphoqa umfokazi ukuba akhokhe, kodwa isandla sakho masiyeke noma yini eyakho ekumfowenu.אֶת־הַנָּכְרִ֖י תִּגֹּ֑שׂ וַאֲשֶׁ֨ר יִהְיֶ֥ה לְךָ֛ אֶת־אָחִ֖יךָ תַּשְׁמֵ֥ט יָדֶֽךָ׃You may collect something from a foreigner, but you must forgive whatever your brother owes you.4Nokho akuyikuba khona ompofu phakathi kwakho, ngoba \nd iNKOSI\nd* iyokubusisa impela ezweni \nd iNKOSI\nd* uNkulunkulu wakho ekunika lona njengefa ukuba ulidle.אֶ֕פֶס כִּ֛י לֹ֥א יִֽהְיֶה־בְּךָ֖ אֶבְי֑וֹן כִּֽי־בָרֵ֤ךְ יְבָֽרֶכְךָ֙ יְהוָ֔ה בָּאָ֕רֶץ אֲשֶׁר֙ יְהוָ֣ה אֱלֹהֶ֔יךָ נֹֽתֵן־לְךָ֥ נַחֲלָ֖ה לְרִשְׁתָּֽהּ׃There will be no poor among you, however, because the LORD will surely bless you in the land that the LORD your God is giving you to possess as an inheritance,5Kuyoba njalo kuphela uma ulilalela ngempela izwi lika\nd iNKOSI\nd* uNkulunkulu wakho, uqaphele ukwenza wonke lo myalo engikuyala ngawo namuhla.רַ֚ק אִם־שָׁמ֣וֹעַ תִּשְׁמַ֔ע בְּק֖וֹל יְהוָ֣ה אֱלֹהֶ֑יךָ לִשְׁמֹ֤ר לַעֲשׂוֹת֙ אֶת־כָּל־הַמִּצְוָ֣ה הַזֹּ֔את אֲשֶׁ֛ר אָנֹכִ֥י מְצַוְּךָ֖ הַיּֽוֹם׃if only you obey the LORD your God and are careful to follow all these commandments I am giving you today.6Ngoba \nd iNKOSI\nd* uNkulunkulu wakho ikubusisile njengoba ikhulume kuwe; uyonika izizwe eziningi okubolekwayo, kodwa wena awuyikuboleka kuzo; uyobusa izizwe eziningi, kodwa zona aziyikukubusa.כִּֽי־יְהוָ֤ה אֱלֹהֶ֨יךָ֙ בֵּֽרַכְךָ֔ כַּאֲשֶׁ֖ר דִּבֶּר־לָ֑ךְ וְהַֽעֲבַטְתָּ֞ גּוֹיִ֣ם רַבִּ֗ים וְאַתָּה֙ לֹ֣א תַעֲבֹ֔ט וּמָֽשַׁלְתָּ֙ בְּגוֹיִ֣ם רַבִּ֔ים וּבְךָ֖ לֹ֥א יִמְשֹֽׁלוּ׃ סWhen the LORD your God blesses you as He has promised, you will lend to many nations but borrow from none; you will rule over many nations but be ruled by none.
7Uma kukhona phakathi kwakho ompofu, omunye wabafowenu, kwelinye lamasango akho ezweni lakho \nd iNKOSI\nd* uNkulunkulu wakho ekunika lona, ungayiqinisi inhliziyo yakho futhi ungasivali isandla sakho kumfowenu ompofu.כִּֽי־יִהְיֶה֩ בְךָ֨ אֶבְי֜וֹן מֵאַחַ֤ד אַחֶ֨יךָ֙ בְּאַחַ֣ד שְׁעָרֶ֔יךָ בְּאַ֨רְצְךָ֔ אֲשֶׁר־יְהוָ֥ה אֱלֹהֶ֖יךָ נֹתֵ֣ן לָ֑ךְ לֹ֧א תְאַמֵּ֣ץ אֶת־לְבָבְךָ֗ וְלֹ֤א תִקְפֹּץ֙ אֶת־יָ֣דְךָ֔ מֵאָחִ֖יךָ הָאֶבְיֽוֹן׃If there is a poor man among your brothers within any of the gates in the land that the LORD your God is giving you, then you are not to harden your heart or shut your hand from your poor brother.8Kunalokho, mvulele kakhulu isandla sakho, umboleke ngokwanele ukuswela kwakhe, lokho akuswelayo.כִּֽי־פָתֹ֧חַ תִּפְתַּ֛ח אֶת־יָדְךָ֖ ל֑וֹ וְהַעֲבֵט֙ תַּעֲבִיטֶ֔נּוּ דֵּ֚י מַחְסֹר֔וֹ אֲשֶׁ֥ר יֶחְסַ֖ר לֽוֹ׃Instead, you are to open your hand to him and freely loan him whatever he needs.9Ziqaphele, funa kube khona into engelusizo enhliziyweni yakho, uthi, “Unyaka wesikhombisa, unyaka wokukhululwa, ususondele,” bese iso lakho liba libi kumfowenu ompofu, ungamniki lutho; abize ku\nd iNKOSI\nd* ngawe, bese kuba khona isono kuwe.הִשָּׁ֣מֶר לְךָ֡ פֶּן־יִהְיֶ֣ה דָבָר֩ עִם־לְבָבְךָ֨ בְלִיַּ֜עַל לֵאמֹ֗ר קָֽרְבָ֣ה שְׁנַֽת־הַשֶּׁבַע֮ שְׁנַ֣ת הַשְּׁמִטָּה֒ וְרָעָ֣ה עֵֽינְךָ֗ בְּאָחִ֨יךָ֙ הָֽאֶבְי֔וֹן וְלֹ֥א תִתֵּ֖ן ל֑וֹ וְקָרָ֤א עָלֶ֨יךָ֙ אֶל־יְהוָ֔ה וְהָיָ֥ה בְךָ֖ חֵֽטְא׃Be careful not to harbor this wicked thought in your heart: “The seventh year, the year of release, is near,” so that you look upon your poor brother begrudgingly and give him nothing. He will cry out to the LORD against you, and you will be guilty of sin.10Kumelwe umnike impela, futhi inhliziyo yakho mayingabi mbi lapho umnika, ngoba ngenxa yale nto \nd iNKOSI\nd* uNkulunkulu wakho iyokubusisa kuwo wonke umsebenzi wakho nakukho konke okwenziwa yisandla sakho.נָת֤וֹן תִּתֵּן֙ ל֔וֹ וְלֹא־יֵרַ֥ע לְבָבְךָ֖ בְּתִתְּךָ֣ ל֑וֹ כִּ֞י בִּגְלַ֣ל׀ הַדָּבָ֣ר הַזֶּ֗ה יְבָרֶכְךָ֙ יְהוָ֣ה אֱלֹהֶ֔יךָ בְּכָֽל־מַעֲשֶׂ֔ךָ וּבְכֹ֖ל מִשְׁלַ֥ח יָדֶֽךָ׃Give generously to him, and do not let your heart be grieved when you do so. And because of this the LORD your God will bless you in all your work and in everything to which you put your hand.11Ngoba ompofu akasoze waphela phakathi kwezwe. Ngakho ngiyakuyala ngithi: mvulele kakhulu isandla sakho umfowenu, ompofu wakho noswelayo wakho ezweni lakho.כִּ֛י לֹא־יֶחְדַּ֥ל אֶבְי֖וֹן מִקֶּ֣רֶב הָאָ֑רֶץ עַל־כֵּ֞ן אָנֹכִ֤י מְצַוְּךָ֙ לֵאמֹ֔ר פָּ֠תֹחַ תִּפְתַּ֨ח אֶת־יָדְךָ֜ לְאָחִ֧יךָ לַעֲנִיֶּ֛ךָ וּלְאֶבְיֹנְךָ֖ בְּאַרְצֶֽךָ׃ סFor there will never cease to be poor in the land; that is why I am commanding you to open wide your hand to your brother and to the poor and needy in your land.
12Uma umfowenu ongumHebheru, owesilisa noma owesifazane, ethengiswa kuwe futhi ekukhonza iminyaka eyisithupha, ngonyaka wesikhombisa uyomdedela ahambe kuwe ekhululekile.כִּֽי־יִמָּכֵ֨ר לְךָ֜ אָחִ֣יךָ הָֽעִבְרִ֗י א֚וֹ הָֽעִבְרִיָּ֔ה וַעֲבָֽדְךָ֖ שֵׁ֣שׁ שָׁנִ֑ים וּבַשָּׁנָה֙ הַשְּׁבִיעִ֔ת תְּשַׁלְּחֶ֥נּוּ חָפְשִׁ֖י מֵעִמָּֽךְ׃If a fellow Hebrew, a man or a woman, is sold to you and serves you six years, then in the seventh year you must set him free.13Lapho umdedela ahambe kuwe ekhululekile, ungamdedeli elambatha.וְכִֽי־תְשַׁלְּחֶ֥נּוּ חָפְשִׁ֖י מֵֽעִמָּ֑ךְ לֹ֥א תְשַׁלְּחֶ֖נּוּ רֵיקָֽם׃And when you release him, do not send him away empty-handed.14Kumelwe umuphe kakhulu okuvela emhlambini wakho wezimvu nezimbuzi, esizeni sakho sokubhulela nasendaweni yakho yokukhama iwayini. Uzomnika okuvela kulokho \nd iNKOSI\nd* uNkulunkulu wakho ekubusise ngakho.הַעֲנֵ֤יק תַּעֲנִיק֙ ל֔וֹ מִצֹּ֣אנְךָ֔ וּמִֽגָּרְנְךָ֖ וּמִיִּקְבֶ֑ךָ אֲשֶׁ֧ר בֵּרַכְךָ֛ יְהוָ֥ה אֱלֹהֶ֖יךָ תִּתֶּן־לֽוֹ׃You are to furnish him liberally from your flock, your threshing floor, and your winepress. You shall give to him as the LORD your God has blessed you.15Uyokhumbula ukuthi wawuyisigqila ezweni laseMitsrayimi nokuthi \nd iNKOSI\nd* uNkulunkulu wakho yakuhlenga. Ngakho ngiyakuyala ngale nto namuhla.וְזָכַרְתָּ֗ כִּ֣י עֶ֤בֶד הָיִ֨יתָ֙ בְּאֶ֣רֶץ מִצְרַ֔יִם וַֽיִּפְדְּךָ֖ יְהוָ֣ה אֱלֹהֶ֑יךָ עַל־כֵּ֞ן אָנֹכִ֧י מְצַוְּךָ֛ אֶת־הַדָּבָ֥ר הַזֶּ֖ה הַיּֽוֹם׃Remember that you were slaves in the land of Egypt, and the LORD your God redeemed you; that is why I am giving you this command today.16Kodwa uma ethi kuwe, “Angiyikuhamba ngisuke kuwe,” ngoba ekuthanda wena nomndeni wakho futhi kukuhle kuye ukuba nawe,וְהָיָה֙ כִּֽי־יֹאמַ֣ר אֵלֶ֔יךָ לֹ֥א אֵצֵ֖א מֵעִמָּ֑ךְ כִּ֤י אֲהֵֽבְךָ֙ וְאֶת־בֵּיתֶ֔ךָ כִּי־ט֥וֹב ל֖וֹ עִמָּֽךְ׃But if your servant says to you, ‘I do not want to leave you,’ because he loves you and your household and is well off with you,17uyothatha usungulo, ulubhoboze endlebeni yakhe luze lufike emnyango, abe yisigqila sakho phakade. Uyokwenza kanjalo nasesigqilakazini sakho.וְלָקַחְתָּ֣ אֶת־הַמַּרְצֵ֗עַ וְנָתַתָּ֤ה בְאָזְנוֹ֙ וּבַדֶּ֔לֶת וְהָיָ֥ה לְךָ֖ עֶ֣בֶד עוֹלָ֑ם וְאַ֥ף לַאֲמָתְךָ֖ תַּעֲשֶׂה־כֵּֽן׃then take an awl and pierce it through his ear into the door, and he will become your servant for life. And treat your maidservant the same way.18Makungabi nzima emehlweni akho lapho umdedela ahambe kuwe ekhululekile, ngoba iminyaka eyisithupha akukhonze ngayo ilingana nenani eliphindwe kabili leholo lesisebenzi esiqashiwe. Futhi nd iNKOSInd* uNkulunkulu wakho iyokubusisa kukho konke okwenzayo.לֹא־יִקְשֶׁ֣ה בְעֵינֶ֗ךָ בְּשַׁלֵּֽחֲךָ֙ אֹת֤וֹ חָפְשִׁי֙ מֵֽעִמָּ֔ךְ כִּ֗י מִשְׁנֶה֙ שְׂכַ֣ר שָׂכִ֔יר עֲבָֽדְךָ֖ שֵׁ֣שׁ שָׁנִ֑ים וּבֵֽרַכְךָ֙ יְהוָ֣ה אֱלֹהֶ֔יךָ בְּכֹ֖ל אֲשֶׁ֥ר תַּעֲשֶֽׂה׃ פDo not regard it as a hardship to set your servant free, because his six years of service were worth twice the wages of a hired hand. And the LORD your God will bless you in all you do.
19Wonke amazibulo ayiduna azalelwa phakathi kwezinkomo zakho nasemhlanjini wakho wezimvu nezimbuzi uyowangcwelisela nd iNKOSInd* uNkulunkulu wakho. Ungalisebenzisi emsebenzini izibulo lenkomo yakho, futhi ungaligundi izibulo lomhlambi wakho.כָּֽל־הַבְּכ֡וֹר אֲשֶׁר֩ יִוָּלֵ֨ד בִּבְקָרְךָ֤ וּבְצֹֽאנְךָ֙ הַזָּכָ֔ר תַּקְדִּ֖ישׁ לַיהוָ֣ה אֱלֹהֶ֑יךָ לֹ֤א תַעֲבֹד֙ בִּבְכֹ֣ר שׁוֹרֶ֔ךָ וְלֹ֥א תָגֹ֖ז בְּכ֥וֹר צֹאנֶֽךָ׃You must set apart to the LORD your God every firstborn male produced by your herds and flocks. You are not to put the firstborn of your oxen to work, nor are you to shear the firstborn of your flock.20Uyolidla unyaka nonyaka phambi kuka\nd iNKOSI\nd* uNkulunkulu wakho, endaweni \nd iNKOSI\nd* eyoyikhetha, wena nomndeni wakho.לִפְנֵי֩ יְהוָ֨ה אֱלֹהֶ֤יךָ תֹאכֲלֶ֨נּוּ֙ שָׁנָ֣ה בְשָׁנָ֔ה בַּמָּק֖וֹם אֲשֶׁר־יִבְחַ֣ר יְהוָ֑ה אַתָּ֖ה וּבֵיתֶֽךָ׃Each year you and your household are to eat it before the LORD your God in the place the LORD will choose.21Kodwa uma linesici, lixhuga noma liyimpumputhe, noma linesinye isici esibi, ungalihlabeli \nd iNKOSI\nd* uNkulunkulu wakho.וְכִֽי־יִהְיֶ֨ה ב֜וֹ מ֗וּם פִּסֵּ֨חַ֙ א֣וֹ עִוֵּ֔ר כֹּ֖ל מ֣וּם רָ֑ע לֹ֣א תִזְבָּחֶ֔נּוּ לַיהוָ֖ה אֱלֹהֶֽיךָ׃But if an animal has a defect, is lame or blind, or has any serious flaw, you must not sacrifice it to the LORD your God.22Uyolidla phakathi kwamasango akho; ongcolile nohlanzekile bayolidla ndawonye, njengensephe nanjengendluzele.בִּשְׁעָרֶ֖יךָ תֹּאכֲלֶ֑נּוּ הַטָּמֵ֤א וְהַטָּהוֹר֙ יַחְדָּ֔ו כַּצְּבִ֖י וְכָאַיָּֽל׃Eat it within your gates; both the ceremonially unclean and clean may eat it as they would a gazelle or a deer.23Kuphela nje, ungalidli igazi lalo; lithululele emhlabathini njengamanzi.רַ֥ק אֶת־דָּמ֖וֹ לֹ֣א תֹאכֵ֑ל עַל־הָאָ֥רֶץ תִּשְׁפְּכֶ֖נּוּ כַּמָּֽיִם׃ פBut you must not eat the blood; pour it on the ground like water.