isiZuluIsiHebheru (WLC)IsiNgisi (Berean Standard Bible)
1Mayelana nenzalo ka-Amoni, usho kanje u-\nd iNKOSI\nd*: “U-Israyeli akanawo yini amadodana? Akanayo yini indlalifa? Pho kungani inkosi yabo idle uGadi, nabantu bayo behlala emizini yakhe?”לִבְנֵ֣י עַמּ֗וֹן כֹּ֚ה אָמַ֣ר יְהוָ֔ה הֲבָנִ֥ים אֵין֙ לְיִשְׂרָאֵ֔ל אִם־יוֹרֵ֖שׁ אֵ֣ין ל֑וֹ מַדּ֗וּעַ יָרַ֤שׁ מַלְכָּם֙ אֶת־גָּ֔ד וְעַמּ֖וֹ בְּעָרָ֥יו יָשָֽׁב׃Concerning the Ammonites, this is what the LORD says: “Has Israel no sons? Is he without heir? Why then has Milcom taken possession of Gad? Why have his people settled in their cities?2“Ngakho bheka, kuza izinsuku,” kuyisimemezelo sika\nd iNKOSI\nd*, “lapho ngiyokwenza kuzwakale eRaba lenzalo ka-Amoni ukumemeza kwempi. Liyoba yindunduma yencithakalo, namadolobhana alo ayothungelwa ngomlilo. U-Israyeli uyodla ifa lalabo abadla ifa lakhe,” kusho u\nd iNKOSI\nd*.לָכֵ֡ן הִנֵּה֩ יָמִ֨ים בָּאִ֜ים נְאֻם־יְהוָ֗ה וְ֠הִשְׁמַעְתִּי אֶל־רַבַּ֨ת בְּנֵי־עַמּ֜וֹן תְּרוּעַ֣ת מִלְחָמָ֗ה וְהָֽיְתָה֙ לְתֵ֣ל שְׁמָמָ֔ה וּבְנֹתֶ֖יהָ בָּאֵ֣שׁ תִּצַּ֑תְנָה וְיָרַ֧שׁ יִשְׂרָאֵ֛ל אֶת־יֹרְשָׁ֖יו אָמַ֥ר יְהוָֽה׃Therefore, behold, the days are coming, declares the LORD, when I will sound the battle cry against Rabbah of the Ammonites. It will become a heap of ruins, and its villages will be burned. Then Israel will drive out their dispossessors, says the LORD.3“Hhewula, Heshiboni, ngoba i-Ayi lichithiwe! Khalani, nina mizanyana yaseRaba! Bhincani indwangu yamasaka, nilile, nizulazule phakathi kwezibaya, ngoba inkosi yabo iyoya ekudingisweni, kanye nabapristi bayo nezikhulu zayo.הֵילִ֨ילִי חֶשְׁבּ֜וֹן כִּ֣י שֻׁדְּדָה־עַ֗י צְעַקְנָה֮ בְּנ֣וֹת רַבָּה֒ חֲגֹ֣רְנָה שַׂקִּ֔ים סְפֹ֕דְנָה וְהִתְשׁוֹטַ֖טְנָה בַּגְּדֵר֑וֹת כִּ֤י מַלְכָּם֙ בַּגּוֹלָ֣ה יֵלֵ֔ךְ כֹּהֲנָ֥יו וְשָׂרָ֖יו יַחְדָּֽיו׃Wail, O Heshbon, for Ai has been destroyed; cry out, O daughters of Rabbah! Put on sackcloth and mourn; run back and forth within your walls, for Milcom will go into exile together with his priests and officials.4Kungani uziqhayisa ngezigodi, isigodi sakho esigelezayo, ndodakazi ehlubukayo? Wena wethembela engcebweni yakho, uthi, ‘Ubani ozofika kimi?’מַה־תִּתְהַֽלְלִי֙ בָּֽעֲמָקִ֔ים זָ֣ב עִמְקֵ֔ךְ הַבַּ֖ת הַשּֽׁוֹבֵבָ֑ה הַבֹּֽטְחָה֙ בְּאֹ֣צְרֹתֶ֔יהָ מִ֖י יָב֥וֹא אֵלָֽי׃Why do you boast of your valleys— your valleys so fruitful, O faithless daughter? You trust in your riches and say, ‘Who can come against me?’5Bheka, ngiletha phezu kwakho ingebhe evela kubo bonke abakuzungezile,” kuyisimemezelo seNkosi u\nd NKULUNKULU\nd* wamabutho. “Niyoxoshwa, yilowo nalowo aqonde phambi kwakhe, futhi akekho oyobutha obalekayo.הִנְנִי֩ מֵבִ֨יא עָלַ֜יִךְ פַּ֗חַד נְאֻם־אֲדֹנָ֧י יְהוִ֛ה צְבָא֖וֹת מִכָּל־סְבִיבָ֑יִךְ וְנִדַּחְתֶּם֙ אִ֣ישׁ לְפָנָ֔יו וְאֵ֥ין מְקַבֵּ֖ץ לַנֹּדֵֽד׃Behold, I am about to bring terror upon you, declares the Lord GOD of Hosts, from all those around you. You will each be driven headlong, with no one to regather the fugitives.6Kodwa emva kwalokho ngiyobuyisa abathunjwa benzalo ka-Amoni,” kuyisimemezelo sika\nd iNKOSI\nd*.וְאַחֲרֵי־כֵ֗ן אָשִׁ֛יב אֶת־שְׁב֥וּת בְּנֵֽי־עַמּ֖וֹן נְאֻם־יְהוָֽה׃ סYet afterward I will restore the Ammonites from captivity, ” declares the LORD.
7Ngokuqondene ne-Edomi, usho kanje u\nd iNKOSI\nd* yamabutho: “Akusekho yini ukuhlakanipha eTemani? Iseluleko sesilahlekile kwabahlakaniphile na? Ukuhlakanipha kwabo sekubolile na?לֶאֱד֗וֹם כֹּ֤ה אָמַר֙ יְהוָ֣ה צְבָא֔וֹת הַאֵ֥ין ע֛וֹד חָכְמָ֖ה בְּתֵימָ֑ן אָבְדָ֤ה עֵצָה֙ מִבָּנִ֔ים נִסְרְחָ֖ה חָכְמָתָֽם׃Concerning Edom, this is what the LORD of Hosts says: “Is there no longer wisdom in Teman? Has counsel perished from the prudent? Has their wisdom decayed?8Balekani! Jikani! Hlalani ekujuleni, nina bahlali baseDedani, ngoba ngiyoletha phezu kuka-Esawu inhlekelele yakhe ngesikhathi engimjezisa ngaso.נֻ֤סוּ הָפְנוּ֙ הֶעְמִ֣יקוּ לָשֶׁ֔בֶת יֹשְׁבֵ֖י דְּדָ֑ן כִּ֣י אֵ֥יד עֵשָׂ֛ו הֵבֵ֥אתִי עָלָ֖יו עֵ֥ת פְּקַדְתִּֽיו׃Turn and run! Lie low, O dwellers of Dedan, for I will bring disaster on Esau at the time I punish him.9Ukuba abavuni bamagilebhisi beza kuwe, babengeke yini bashiye izithelo zokukhothoza? Ukube amasela afika ebusuku, ayeyochitha kuphela okwanele wona.אִם־בֹּֽצְרִים֙ בָּ֣אוּ לָ֔ךְ לֹ֥א יַשְׁאִ֖רוּ עֽוֹלֵל֑וֹת אִם־גַּנָּבִ֥ים בַּלַּ֖יְלָה הִשְׁחִ֥יתוּ דַיָּֽם׃If grape gatherers came to you, would they not leave some gleanings? Were thieves to come in the night, would they not steal only what they wanted?10Kodwa Mina ngimhlubulile u-Esawu, ngembule izindawo zakhe zokucasha, ukuze angakwazi ukucasha. Inzalo yakhe, abafowabo nomakhelwane bakhe bachithiwe, naye akasekho.כִּֽי־אֲנִ֞י חָשַׂ֣פְתִּי אֶת־עֵשָׂ֗ו גִּלֵּ֨יתִי֙ אֶת־מִסְתָּרָ֔יו וְנֶחְבָּ֖ה לֹ֣א יוּכָ֑ל שֻׁדַּ֥ד זַרְע֛וֹ וְאֶחָ֥יו וּשְׁכֵנָ֖יו וְאֵינֶֽנּוּ׃But I will strip Esau bare; I will uncover his hiding places, and he will be unable to conceal himself. His descendants will be destroyed along with his relatives and neighbors, and he will be no more.11Shiya izintandane zakho; Mina ngizozigcina ziphila, nabafelokazi bakho mabathembele Kimi.”עָזְבָ֥ה יְתֹמֶ֖יךָ אֲנִ֣י אֲחַיֶּ֑ה וְאַלְמְנֹתֶ֖יךָ עָלַ֥י תִּבְטָֽחוּ׃ סAbandon your orphans; I will preserve their lives. Let your widows trust in Me.”12Ngoba usho kanje u\nd iNKOSI\nd*: “Bheka, labo obekungesona isahlulelo sabo ukuphuza indebe bayoyiphuza impela. Ingabe wena uyosala ungenacala na? Awuyikusala ungenacala, ngoba uyoyiphuza nakanjani.כִּי־כֹ֣ה׀ אָמַ֣ר יְהוָ֗ה הִ֠נֵּה אֲשֶׁר־אֵ֨ין מִשְׁפָּטָ֜ם לִשְׁתּ֤וֹת הַכּוֹס֙ שָׁת֣וֹ יִשְׁתּ֔וּ וְאַתָּ֣ה ה֔וּא נָקֹ֖ה תִּנָּקֶ֑ה לֹ֣א תִנָּקֶ֔ה כִּ֥י שָׁתֹ֖ה תִּשְׁתֶּֽה׃For this is what the LORD says: “If those who do not deserve to drink the cup must drink it, can you possibly remain unpunished? You will not go unpunished, for you must drink it too.13Ngoba ngizifungile Mina,” kusho u-\nd iNKOSI\nd*, “ukuthi iBhozira liyoba yincithakalo, ihlazo, indawo ebhuqwe nesiqalekiso; nayo yonke imizi yalo iyoba ngamanxiwa phakade.”כִּ֣י בִ֤י נִשְׁבַּ֨עְתִּי֙ נְאֻם־יְהוָ֔ה כִּֽי־לְשַׁמָּ֧ה לְחֶרְפָּ֛ה לְחֹ֥רֶב וְלִקְלָלָ֖ה תִּֽהְיֶ֣ה בָצְרָ֑ה וְכָל־עָרֶ֥יהָ תִהְיֶ֖ינָה לְחָרְב֥וֹת עוֹלָֽם׃For by Myself I have sworn, declares the LORD, that Bozrah will become a desolation, a disgrace, a ruin, and a curse, and all her cities will be in ruins forever.”
14Ngizwile umbiko ovela ku-\nd iNKOSI\nd*, futhi isithunywa sithunyelwe phakathi kwezizwe sithi: “Buthanani, nize ngokumelana nalo; sukumani niye empini!”שְׁמוּעָ֤ה שָׁמַ֨עְתִּי֙ מֵאֵ֣ת יְהוָ֔ה וְצִ֖יר בַּגּוֹיִ֣ם שָׁל֑וּחַ הִֽתְקַבְּצוּ֙ וּבֹ֣אוּ עָלֶ֔יהָ וְק֖וּמוּ לַמִּלְחָמָֽה׃I have heard a message from the LORD; an envoy has been sent to the nations: “Assemble yourselves to march against her! Rise up for battle!”15“Ngoba bheka, ngikwenze waba mncane phakathi kwezizwe, wadelelwa phakathi kwabantu.כִּֽי־הִנֵּ֥ה קָטֹ֛ן נְתַתִּ֖יךָ בַּגּוֹיִ֑ם בָּז֖וּי בָּאָדָֽם׃“For behold, I will make you small among nations, despised among men.16Ukwesabeka kwakho kukukhohlisile, kanye nokuzidla kwenhliziyo yakho, wena ohlala emifantwini yedwala, obamba indawo ephakeme yegquma. Noma ungaphakamisa isidleke sakho njengokhozi, ngiyokwehlisa lapho,” kuyisimemezelo sika\nd iNKOSI\nd*.תִּֽפְלַצְתְּךָ֞ הִשִּׁ֤יא אֹתָךְ֙ זְד֣וֹן לִבֶּ֔ךָ שֹֽׁכְנִי֙ בְּחַגְוֵ֣י הַסֶּ֔לַע תֹּפְשִׂ֖י מְר֣וֹם גִּבְעָ֑ה כִּֽי־תַגְבִּ֤יהַ כַּנֶּ֨שֶׁר֙ קִנֶּ֔ךָ מִשָּׁ֥ם אֽוֹרִידְךָ֖ נְאֻם־יְהוָֽה׃The terror you cause and the pride of your heart have deceived you, O dwellers in the clefts of the rocks, O occupiers of the mountain summit. Though you elevate your nest like the eagle, even from there I will bring you down,” declares the LORD.17I-Edomi liyoba yincithakalo. Wonke odlula ngakulo uyomangala futhi ashaye ikhwela ngenxa yazo zonke izishayo zalo.וְהָיְתָ֥ה אֱד֖וֹם לְשַׁמָּ֑ה כֹּ֚ל עֹבֵ֣ר עָלֶ֔יהָ יִשֹּׁ֥ם וְיִשְׁרֹ֖ק עַל־כָּל־מַכּוֹתֶֽהָ׃“Edom will become an object of horror. All who pass by will be appalled and will scoff at all her wounds.18“Njengasekugumbuqelweni kweSodoma ne-Amora nemizana engomakhelwane bawo,” kusho u-\nd iNKOSI\nd*, “akukho muntu oyohlala khona, futhi akukho ndodana yomuntu eyogogobala khona.”כְּֽמַהְפֵּכַ֞ת סְדֹ֧ם וַעֲמֹרָ֛ה וּשְׁכֵנֶ֖יהָ אָמַ֣ר יְהוָ֑ה לֹֽא־יֵשֵׁ֥ב שָׁם֙ אִ֔ישׁ וְלֹֽא־יָג֥וּר בָּ֖הּ בֶּן־אָדָֽם׃As Sodom and Gomorrah were overthrown along with their neighbors,” says the LORD, “no one will dwell there; no man will abide there.19Bheka, njengengonyama iyokhuphuka isuka emahlathini aminyene aseJordani iye endaweni ehlala njalo; ngoba ngomzuzwana ngiyoyixosha isuke kulo. Lowo okhethiweyo ngiyommisa phezu kwalo. Ngoba ngubani onjengaMi? Ngubani oyongibizela enkantolo? Futhi yimuphi umelusi ongama phambi kwaMi?aNoma: Lowo engimkhethayo ngiyommisa phezu kwalo.הִ֠נֵּה כְּאַרְיֵ֞ה יַעֲלֶ֨ה מִגְּא֣וֹן הַיַּרְדֵּן֮ אֶל־נְוֵ֣ה אֵיתָן֒ כִּֽי־אַרְגִּ֤יעָה אֲרִיצֶ֨נּוּ מֵֽעָלֶ֔יהָ וּמִ֥י בָח֖וּר אֵלֶ֣יהָ אֶפְקֹ֑ד כִּ֣י מִ֤י כָמ֨וֹנִי֙ וּמִ֣י יֹעִידֶ֔נִּי וּמִי־זֶ֣ה רֹעֶ֔ה אֲשֶׁ֥ר יַעֲמֹ֖ד לְפָנָֽי׃ סBehold, one will come up like a lion from the thickets of the Jordan to the watered pasture. For in an instant I will chase Edom from her land. Who is the chosen one I will appoint for this? For who is like Me, and who can challenge Me? What shepherd can stand against Me?”20Ngakho-ke yizwani icebo lika-\nd iNKOSI\nd* alicebile ngo-Edomi, nemicabango yaYo ayicabangile ngabahlali baseThemani: Impela abancane bomhlambi bayobahudula; impela indawo yabo yokuhlala iyomangala ngenxa yabo.לָכֵ֞ן שִׁמְע֣וּ עֲצַת־יְהוָ֗ה אֲשֶׁ֤ר יָעַץ֙ אֶל־אֱד֔וֹם וּמַ֨חְשְׁבוֹתָ֔יו אֲשֶׁ֥ר חָשַׁ֖ב אֶל־יֹשְׁבֵ֣י תֵימָ֑ן אִם־לֹ֤א יִסְחָבוּם֙ צְעִירֵ֣י הַצֹּ֔אן אִם־לֹ֥א יַשִּׁ֛ים עֲלֵיהֶ֖ם נְוֵהֶֽם׃Therefore hear the plans that the LORD has drawn up against Edom and the strategies He has devised against the people of Teman: Surely the little ones of the flock will be dragged away; certainly their pasture will be made desolate because of them.21Ngomsindo wokuwa kwabo izwe liyazamazama; ukukhala kwabo—umsindo wako uzwakala oLwandle Lomhlanga.מִקּ֣וֹל נִפְלָ֔ם רָעֲשָׁ֖ה הָאָ֑רֶץ צְעָקָ֕ה בְּיַם־ס֖וּף נִשְׁמַ֥ע קוֹלָֽהּ׃At the sound of their fall the earth will quake; their cry will resound to the Red Sea.22Bheka, uyokhuphuka njengokhozi, andize, elule amaphiko akhe phezu kweBhozira. Ngalolo suku inhliziyo yamaqhawe akwa-Edomi iyoba njengenhliziyo yowesifazane osezinhlungwini zokubeletha.הִנֵּ֤ה כַנֶּ֨שֶׁר֙ יַעֲלֶ֣ה וְיִדְאֶ֔ה וְיִפְרֹ֥שׂ כְּנָפָ֖יו עַל־בָּצְרָ֑ה וְֽ֠הָיָה לֵ֞ב גִּבּוֹרֵ֤י אֱדוֹם֙ בַּיּ֣וֹם הַה֔וּא כְּלֵ֖ב אִשָּׁ֥ה מְצֵרָֽה׃ סLook! An eagle will soar and swoop down, spreading its wings over Bozrah. In that day the hearts of Edom’s mighty men will be like the heart of a woman in labor.
23Mayelana noDamaseku: IHamati ne-Arpadi anamahloni, ngoba ezwile umbiko wenhlekelele. Ayancibilika; olwandle kukhona ukukhathazeka, alukwazi ukuthula.לְדַמֶּ֗שֶׂק בּ֤וֹשָֽׁה חֲמָת֙ וְאַרְפָּ֔ד כִּי־שְׁמֻעָ֥ה רָעָ֛ה שָׁמְע֖וּ נָמֹ֑גוּ בַּיָּ֣ם דְּאָגָ֔ה הַשְׁקֵ֖ט לֹ֥א יוּכָֽל׃Concerning Damascus: “Hamath and Arpad are put to shame, for they have heard a bad report; they are agitated like the sea; their anxiety cannot be calmed.24IDamaseku seliphele amandla; seliphendukele ukubaleka, kodwa ukuthuthumela kulibambile. Usizi nemihelo kulibambile njengowesifazane obelethayo.רָפְתָ֥ה דַמֶּ֛שֶׂק הִפְנְתָ֥ה לָנ֖וּס וְרֶ֣טֶט׀ הֶחֱזִ֑יקָה צָרָ֧ה וַחֲבָלִ֛ים אֲחָזַ֖תָּה כַּיּוֹלֵדָֽה׃Damascus has become feeble; she has turned to flee. Panic has gripped her; anguish and pain have seized her like a woman in labor.25Yeka ukuthi alishiywanga kanjani idolobha, umuzi wenjabulo yami!אֵ֥יךְ לֹֽא־עֻזְּבָ֖ה עִ֣יר קִרְיַ֖ת מְשׂוֹשִֽׂי׃How is the city of praise not forsaken, the town that brings Me joy?26Ngakho izinsizwa zalo ziyokuwa ezigcawini zalo, nawo wonke amadoda empi ayothuliswa ngalolo suku,” kuyisimemezelo sika\nd iNKOSI\nd* yamabutho.לָכֵ֛ן יִפְּל֥וּ בַחוּרֶ֖יהָ בִּרְחֹבֹתֶ֑יהָ וְכָל־אַנְשֵׁ֨י הַמִּלְחָמָ֤ה יִדַּ֨מּוּ֙ בַּיּ֣וֹם הַה֔וּא נְאֻ֖ם יְהוָ֥ה צְבָאֽוֹת׃For her young men will fall in the streets, and all her warriors will be silenced in that day,” declares the LORD of Hosts.27“Ngiyokokhela umlilo odongeni lukaDamaseku, futhi uyodla izigodlo zikaBheni-Hadadi.”וְהִצַּ֥תִּי אֵ֖שׁ בְּחוֹמַ֣ת דַּמָּ֑שֶׂק וְאָכְלָ֖ה אַרְמְנ֥וֹת בֶּן־הֲדָֽד׃ ס“I will set fire to the walls of Damascus; it will consume the fortresses of Ben-hadad.”
28Mayelana neKedari nemibuso yaseHasori eyashaywa inkosi yaseBhabhiloni, usho kanje u-\nd iNKOSI\nd*: “Sukumani, nikhuphuke niye eKedari, nichithe inzalo yasempumalanga.לְקֵדָ֣ר׀ וּֽלְמַמְלְכ֣וֹת חָצ֗וֹר אֲשֶׁ֤ר הִכָּה֙ מֶֽלֶךְ־בָּבֶ֔ל כֹּ֖ה אָמַ֣ר יְהוָ֑ה ק֚וּמוּ עֲל֣וּ אֶל־קֵדָ֔ר וְשָׁדְד֖וּ אֶת־בְּנֵי־קֶֽדֶם׃Concerning Kedar and the kingdoms of Hazor, which Nebuchadnezzar king of Babylon defeated, this is what the LORD says: “Rise up, advance against Kedar, and destroy the people of the east!29Bayothatha amatende abo nemihlambi yabo yezimvu nezimbuzi; bayozithwalela izindwangu zabo zamatende, zonke izitsha zabo namakamela abo. Bayomemeza phezu kwabo bathi, ‘Ukwesaba nxazonke!’אָהֳלֵיהֶ֤ם וְצֹאנָם֙ יִקָּ֔חוּ יְרִיעוֹתֵיהֶ֧ם וְכָל־כְּלֵיהֶ֛ם וּגְמַלֵּיהֶ֖ם יִשְׂא֣וּ לָהֶ֑ם וְקָרְא֧וּ עֲלֵיהֶ֛ם מָג֖וֹר מִסָּבִֽיב׃They will take their tents and flocks, their tent curtains and all their goods. They will take their camels for themselves. They will shout to them: ‘Terror is on every side!’30Balekani! Zulanani niye kude! Hlalani ekujuleni, nina enihlala eHazori,” kuyisimemezelo sika\nd iNKOSI\nd*, “ngoba uNebukhadretsari inkosi yaseBhabhiloni unicebele icebo, wacabanga umcabango ngokumelene nani.נֻסוּ֩ נֻּ֨דוּ מְאֹ֜ד הֶעְמִ֧יקוּ לָשֶׁ֛בֶת יֹשְׁבֵ֥י חָצ֖וֹר נְאֻם־יְהוָ֑ה כִּֽי־יָעַ֨ץ עֲלֵיכֶ֜ם נְבוּכַדְרֶאצַּ֤ר מֶֽלֶךְ־בָּבֶל֙ עֵצָ֔ה וְחָשַׁ֥ב מַחֲשָׁבָֽה׃Run! Escape quickly! Lie low, O residents of Hazor,” declares the LORD, “for Nebuchadnezzar king of Babylon has drawn up a plan against you; he has devised a strategy against you.31Sukumani, nikhuphuke niye esizweni esinokuthula, esihlala ngokwethemba,” kuyisimemezelo sika\nd iNKOSI\nd*. “Asinazicabha namgoqo; abantu baso bahlala bodwa.ק֣וּמוּ עֲל֗וּ אֶל־גּ֥וֹי שְׁלֵ֛יו יוֹשֵׁ֥ב לָבֶ֖טַח נְאֻם־יְהוָ֑ה לֹא־דְלָתַ֧יִם וְלֹֽא־בְרִ֛יחַ ל֖וֹ בָּדָ֥ד יִשְׁכֹּֽנוּ׃Rise up, advance against a nation at ease, one that dwells securely,” declares the LORD. “They have no gates or bars; they live alone.32Amakamela abo ayoba yimpango, nobuningi bemfuyo yabo bube yizinto eziphangiwe. Ngiyobahlakazela kuyo yonke imimoya, labo abanqunywe izinwele emaceleni, futhi ngiyoletha inhlekelele yabo ivela kuzo zonke izinhlangothi zabo,” kusho u-\nd iNKOSI\nd*.וְהָי֨וּ גְמַלֵּיהֶ֜ם לָבַ֗ז וַהֲמ֤וֹן מִקְנֵיהֶם֙ לְשָׁלָ֔ל וְזֵרִתִ֥ים לְכָל־ר֖וּחַ קְצוּצֵ֣י פֵאָ֑ה וּמִכָּל־עֲבָרָ֛יו אָבִ֥יא אֶת־אֵידָ֖ם נְאֻם־יְהוָֽה׃Their camels will become plunder, and their large herds will be spoil. I will scatter to the wind in every direction those who shave their temples; I will bring calamity on them from all sides,” declares the LORD.33IHasori iyoba yindawo yokuhlala yezimpungushe, incithakalo kuze kube phakade. Akukho muntu oyohlala khona, futhi akukho ndodana yomuntu eyogogobala kulo.”וְהָיְתָ֨ה חָצ֜וֹר לִמְע֥וֹן תַּנִּ֛ים שְׁמָמָ֖ה עַד־עוֹלָ֑ם לֹֽא־יֵשֵׁ֥ב שָׁם֙ אִ֔ישׁ וְלֹֽא־יָג֥וּר בָּ֖הּ בֶּן־אָדָֽם׃ ס“Hazor will become a haunt for jackals, a desolation forever. No one will dwell there; no man will abide there.”
34Izwi lika-\nd iNKOSI\nd* elafika kuJeremiya umprofethi mayelana no-Elamu, ekuqaleni kokubusa kukaZedekiya inkosi yakwaJuda, lithi:אֲשֶׁ֨ר הָיָ֧ה דְבַר־יְהוָ֛ה אֶל־יִרְמְיָ֥הוּ הַנָּבִ֖יא אֶל־עֵילָ֑ם בְּרֵאשִׁ֗ית מַלְכ֛וּת צִדְקִיָּ֥ה מֶֽלֶךְ־יְהוּדָ֖ה לֵאמֹֽר׃This is the word of the LORD that came to Jeremiah the prophet concerning Elam at the beginning of the reign of Zedekiah king of Judah.35Usho kanje u-\nd iNKOSI\nd* wamabutho: “Bheka, ngiyaliphula idandili lika-Elamu, isiqalo samandla abo.כֹּ֤ה אָמַר֙ יְהוָ֣ה צְבָא֔וֹת הִנְנִ֥י שֹׁבֵ֖ר אֶת־קֶ֣שֶׁת עֵילָ֑ם רֵאשִׁ֖ית גְּבוּרָתָֽם׃This is what the LORD of Hosts says: “Behold, I will shatter Elam’s bow, the mainstay of their might.36Ngiyoletha phezu kuka-Elamu imimoya emine evela emikhawulweni emine yamazulu, ngibahlakazele kuyo yonke le mimoya. Akuyikuba khona isizwe lapho abaxoshiweyo baka-Elamu bengayikufika khona.וְהֵבֵאתִ֨י אֶל־עֵילָ֜ם אַרְבַּ֣ע רוּח֗וֹת מֵֽאַרְבַּע֙ קְצ֣וֹת הַשָּׁמַ֔יִם וְזֵ֣רִתִ֔ים לְכֹ֖ל הָרֻח֣וֹת הָאֵ֑לֶּה וְלֹֽא־יִהְיֶ֣ה הַגּ֔וֹי אֲשֶׁ֛ר לֹֽא־יָב֥וֹא שָׁ֖ם נִדְּחֵ֥י׃I will bring the four winds against Elam from the four corners of the heavens, and I will scatter them to all these winds. There will not be a nation to which Elam’s exiles will not go.37Ngiyokwesabisa i-Elamu phambi kwezitha zabo naphambi kwalabo abafuna ukuphila kwabo. Ngiyoletha phezu kwabo inhlekelele, intukuthelo yami evuthayo,” kuyisimemezelo sika\nd iNKOSI\nd*. “Ngiyothumela inkemba ngemva kwabo ngize ngibaqede.וְהַחְתַּתִּ֣י אֶת־עֵ֠ילָם לִפְנֵ֨י אֹיְבֵיהֶ֜ם וְלִפְנֵ֣י׀ מְבַקְשֵׁ֣י נַפְשָׁ֗ם וְהֵבֵאתִ֨י עֲלֵיהֶ֧ם׀ רָעָ֛ה אֶת־חֲר֥וֹן אַפִּ֖י נְאֻם־יְהוָ֑ה וְשִׁלַּחְתִּ֤י אַֽחֲרֵיהֶם֙ אֶת־הַחֶ֔רֶב עַ֥ד כַּלּוֹתִ֖י אוֹתָֽם׃So I will shatter Elam before their foes, before those who seek their lives. I will bring disaster upon them, even My fierce anger,” declares the LORD. “I will send out the sword after them until I finish them off.38Ngiyobeka isihlalo sami sobukhosi e-Elamu, ngibhubhise khona inkosi nezikhulu,” kuyisimemezelo sika\nd iNKOSI\nd*.וְשַׂמְתִּ֥י כִסְאִ֖י בְּעֵילָ֑ם וְהַאֲבַדְתִּ֥י מִשָּׁ֛ם מֶ֥לֶךְ וְשָׂרִ֖ים נְאֻם־יְהוָֽה׃I will set My throne in Elam, and destroy its king and officials,” declares the LORD.39Kuyakuthi ekupheleni kwezinsuku, i-Elamu—kuyisimemezelo sika\nd iNKOSI\nd*.aIsiHebheru asicacile.וְהָיָ֣ה׀ בְּאַחֲרִ֣ית הַיָּמִ֗ים אֶת־עֵילָ֖ם נְאֻם־יְהוָֽה׃ ס“Yet in the last days, I will restore Elam from captivity, ” declares the LORD.