isiZuluIsiHebheru (WLC)IsiNgisi (Berean Standard Bible)
1Ngalezo zinsuku uHizkiyahu wagulela ukufa. UJeshayahu indodana ka-Amotsi, umprofethi, weza kuye wathi kuye, “Usho kanje \nd iNKOSI\nd*: ‘Yala umndeni wakho, ngoba uyafa; awuyikuphila.’”בַּיָּמִ֣ים הָהֵ֔ם חָלָ֥ה חִזְקִיָּ֖הוּ לָמ֑וּת וַיָּב֣וֹא אֵ֠לָיו יְשַׁעְיָ֨הוּ בֶן־אָמ֜וֹץ הַנָּבִ֗יא וַיֹּ֨אמֶר אֵלָ֜יו כֹּֽה־אָמַ֤ר יְהוָה֙ צַ֣ו לְבֵיתֶ֔ךָ כִּ֛י מֵ֥ת אַתָּ֖ה וְלֹ֥א תִֽחְיֶֽה׃In those days Hezekiah became mortally ill. The prophet Isaiah son of Amoz came to him and said, “This is what the LORD says: ‘Put your house in order, for you are about to die; you will not recover.’”
2UHizkiyahu waphendulela ubuso bakhe odongeni, wathandaza ku-\nd iNKOSI\nd*.וַיַּסֵּ֧ב חִזְקִיָּ֛הוּ פָּנָ֖יו אֶל־הַקִּ֑יר וַיִּתְפַּלֵּ֖ל אֶל־יְהוָֽה׃Then Hezekiah turned his face to the wall and prayed to the LORD,3Wathi, “Ngiyacela, \nd iNKOSI\nd*, ake ukhumbule ukuthi ngihambe phambi kwakho ngokwethembeka nangenhliziyo ephelele, futhi ngenze okuhle emehlweni akho.” UHizkiyahu wakhala kakhulu.וַיֹּאמַ֗ר אָנָּ֤ה יְהוָה֙ זְכָר־נָ֞א אֵ֣ת אֲשֶׁ֧ר הִתְהַלַּ֣כְתִּי לְפָנֶ֗יךָ בֶּֽאֱמֶת֙ וּבְלֵ֣ב שָׁלֵ֔ם וְהַטּ֥וֹב בְּעֵינֶ֖יךָ עָשִׂ֑יתִי וַיֵּ֥בְךְּ חִזְקִיָּ֖הוּ בְּכִ֥י גָדֽוֹל׃ סsaying, “Please, O LORD, remember how I have walked before You faithfully and with wholehearted devotion; I have done what is good in Your sight.” And Hezekiah wept bitterly.
4Izwi lika-\nd iNKOSI\nd* lafika kuJeshayahu, lathi:וַֽיְהִי֙ דְּבַר־יְהוָ֔ה אֶֽל־יְשַׁעְיָ֖הוּ לֵאמֹֽר׃And the word of the LORD came to Isaiah, saying,5“Hamba uthi kuHizkiyahu, ‘Usho kanje \nd iNKOSI\nd*, uNkulunkulu kaDavide ukhokho wakho: Ngiwuzwile umthandazo wakho, ngazibona izinyembezi zakho. Bheka, ngizongeza phezu kwezinsuku zakho iminyaka eyishumi nanhlanu.הָל֞וֹךְ וְאָמַרְתָּ֣ אֶל־חִזְקִיָּ֗הוּ כֹּֽה־אָמַ֤ר יְהוָה֙ אֱלֹהֵי֙ דָּוִ֣ד אָבִ֔יךָ שָׁמַ֨עְתִּי֙ אֶת־תְּפִלָּתֶ֔ךָ רָאִ֖יתִי אֶת־דִּמְעָתֶ֑ךָ הִנְנִי֙ יוֹסִ֣ף עַל־יָמֶ֔יךָ חֲמֵ֥שׁ עֶשְׂרֵ֖ה שָׁנָֽה׃“Go and tell Hezekiah that this is what the LORD, the God of your father David, says: ‘I have heard your prayer; I have seen your tears. Behold, I will add fifteen years to your life.6Ngizokukhulula esandleni senkosi yase-Ashuru, wena kanye nalo muzi, futhi ngizowuvikela lo muzi.וּמִכַּ֤ף מֶֽלֶךְ־אַשּׁוּר֙ אַצִּ֣ילְךָ֔ וְאֵ֖ת הָעִ֣יר הַזֹּ֑את וְגַנּוֹתִ֖י עַל־הָעִ֥יר הַזֹּֽאת׃And I will deliver you and this city from the hand of the king of Assyria. I will defend this city.7Lesi yisibonakaliso kuwe esivela ku-\nd iNKOSI\nd*, sokuthi \nd iNKOSI\nd* izoyenza le nto eyikhulumile:וְזֶה־לְּךָ֥ הָא֖וֹת מֵאֵ֣ת יְהוָ֑ה אֲשֶׁר֙ יַעֲשֶׂ֣ה יְהוָ֔ה אֶת־הַדָּבָ֥ר הַזֶּ֖ה אֲשֶׁ֥ר דִּבֵּֽר׃This will be a sign to you from the LORD that He will do what He has promised:8Bheka, ngizobuyisela emuva izitebhisi eziyishumi isithunzi sezitebhisi, esesehle ngezitebhisi zika-Ahazi ngenxa yelanga.’” Ilanga labuyela emuva izitebhisi eziyishumi ezitebhisini elase lehle ngazo.הִנְנִ֣י מֵשִׁ֣יב אֶת־צֵ֣ל הַֽמַּעֲל֡וֹת אֲשֶׁ֣ר יָרְדָה֩ בְמַעֲל֨וֹת אָחָ֥ז בַּשֶּׁ֛מֶשׁ אֲחֹרַנִּ֖ית עֶ֣שֶׂר מַעֲל֑וֹת וַתָּ֤שָׁב הַשֶּׁ֨מֶשׁ֙ עֶ֣שֶׂר מַעֲל֔וֹת בַּֽמַּעֲל֖וֹת אֲשֶׁ֥ר יָרָֽדָה׃ סI will make the sun’s shadow that falls on the stairway of Ahaz go back ten steps.’” So the sunlight went back the ten steps it had descended.
9Umbhalo kaHizkiyahu, inkosi yakwaJuda, lapho egula, wabuye waphila ekuguleni kwakhe:מִכְתָּ֖ב לְחִזְקִיָּ֣הוּ מֶֽלֶךְ־יְהוּדָ֑ה בַּחֲלֹת֕וֹ וַיְחִ֖י מֵחָלְיֽוֹ׃This is a writing by Hezekiah king of Judah after his illness and recovery:10\q1 “Mina ngathi: ‘Ekuthuleni kwezinsuku zami
\q2 ngizohamba ngiye emasangweni endawo yabafileyo;
\q2 ngiphuciwe insalela yeminyaka yami.’aNoma: Phakathi nezinsuku zami.אֲנִ֣י אָמַ֗רְתִּי בִּדְמִ֥י יָמַ֛י אֵלֵ֖כָה בְּשַׁעֲרֵ֣י שְׁא֑וֹל פֻּקַּ֖דְתִּי יֶ֥תֶר שְׁנוֹתָֽי׃I said, “In the prime of my life I must go through the gates of Sheol and be deprived of the remainder of my years.”11\q1 Ngathi: ‘Ngeke ngisambona uYah,
\q2 uYah ezweni labaphilayo;
\q1 ngeke ngisaphinde ngibheke umuntu
\q2 kanye nabahlala lapho konke kuphela khona.אָמַ֨רְתִּי֙ לֹא־אֶרְאֶ֣ה יָ֔הּ יָ֖הּ בְּאֶ֣רֶץ הַחַיִּ֑ים לֹא־אַבִּ֥יט אָדָ֛ם ע֖וֹד עִם־י֥וֹשְׁבֵי חָֽדֶל׃I said, “I will never again see the LORD, even the LORD, in the land of the living; I will no longer look on mankind with those who dwell in this world.12Isikhathi sami sokuphila sisusiwe,
sathathwa kimi njengetende likamalusi.
Ngigoqe ukuphila kwami njengomeluki;
uyanginquma ohlakeni lokweluka.
Kusukela emini kuze kube sebusuku
uyangiphelisa.דּוֹרִ֗י נִסַּ֧ע וְנִגְלָ֛ה מִנִּ֖י כְּאֹ֣הֶל רֹעִ֑י קִפַּ֨דְתִּי כָאֹרֵ֤ג חַיַּי֙ מִדַּלָּ֣ה יְבַצְּעֵ֔נִי מִיּ֥וֹם עַד־לַ֖יְלָה תַּשְׁלִימֵֽנִי׃My dwelling has been picked up and removed from me like a shepherd’s tent. I have rolled up my life like a weaver; He cuts me off from the loom; from day until night You make an end of me.13Ngazithulisa kwaze kwasa;
njengengonyama, kanjalo uyawaphula wonke amathambo ami.
Kusukela emini kuze kube sebusuku
uyangiphelisa.שִׁוִּ֤יתִי עַד־בֹּ֨קֶר֙ כָּֽאֲרִ֔י כֵּ֥ן יְשַׁבֵּ֖ר כָּל־עַצְמוֹתָ֑י מִיּ֥וֹם עַד־לַ֖יְלָה תַּשְׁלִימֵֽנִי׃I composed myself until the morning. Like a lion He breaks all my bones; from day until night You make an end of me.14\q1 Njengenkonjane noma ugolantethe, ngitshiyoza kanjalo;
\q2 ngiyabubula njengejuba.
\q1 Amehlo ami ayaphela ngokubheka phezulu.
\q2 Nkosi, ngicindezelwe;
\q2 ngimele.כְּס֤וּס עָגוּר֙ כֵּ֣ן אֲצַפְצֵ֔ף אֶהְגֶּ֖ה כַּיּוֹנָ֑ה דַּלּ֤וּ עֵינַי֙ לַמָּר֔וֹם אֲדֹנָ֖י עָֽשְׁקָה־לִּ֥י עָרְבֵֽנִי׃I chirp like a swallow or crane; I moan like a dove. My eyes grow weak as I look upward. O Lord, I am oppressed; be my security.”15Ngizothini?
Yena ukhulume kimi, futhi Yena ukwenzile.
Ngizohamba kancane yonke iminyaka yami
ngenxa komunyu wokuphila kwami.מָֽה־אֲדַבֵּ֥ר וְאָֽמַר־לִ֖י וְה֣וּא עָשָׂ֑ה אֶדַּדֶּ֥ה כָל־שְׁנוֹתַ֖י עַל־מַ֥ר נַפְשִֽׁי׃What can I say? He has spoken to me, and He Himself has done this. I will walk slowly all my years because of the anguish of my soul.16Nkosi yami, ngenxa yalezi zinto abantu bayaphila,
futhi kukho konke lokhu kukhona ukuphila komoya wami.
Ngiphilise,
ungenze ngiphile.אֲדֹנָ֖י עֲלֵיהֶ֣ם יִֽחְי֑וּ וּלְכָל־בָּהֶן֙ חַיֵּ֣י רוּחִ֔י וְתַחֲלִימֵ֖נִי וְהַחֲיֵֽנִי׃O Lord, by such things men live, and in all of them my spirit finds life. You have restored me to health and have let me live.17Bheka, kwakungenxa yenhlalakahle yami
ukuthi ngaba nomunyu omkhulu.
Kodwa Wena ukuthandile ukuphila kwami,
wakukhipha emgodini wokubhujiswa,
ngoba zonke izono zami
uziphonse ngemva komhlane wakho.aNoma: Bheka, esikhundleni senhlalakahle ngaba nomunyu omkhulu.הִנֵּ֥ה לְשָׁל֖וֹם מַר־לִ֣י מָ֑ר וְאַתָּ֞ה חָשַׁ֤קְתָּ נַפְשִׁי֙ מִשַּׁ֣חַת בְּלִ֔י כִּ֥י הִשְׁלַ֛כְתָּ אַחֲרֵ֥י גֵוְךָ֖ כָּל־חֲטָאָֽי׃Surely for my own welfare I had such great anguish; but Your love has delivered me from the pit of oblivion, for You have cast all my sins behind Your back.18Ngoba indawo yabafileyo ayikubongi,
ukufa akukudumisi;
abehla baye emgodini
abalindeli ukwethembeka kwakho.כִּ֣י לֹ֥א שְׁא֛וֹל תּוֹדֶ֖ךָּ מָ֣וֶת יְהַלְלֶ֑ךָּ לֹֽא־יְשַׂבְּר֥וּ יֽוֹרְדֵי־ב֖וֹר אֶל־אֲמִתֶּֽךָ׃For Sheol cannot thank You; Death cannot praise You. Those who descend to the Pit cannot hope for Your faithfulness.19Ophilayo, ophilayo, nguye okubongayo,
jengami namuhla;
ubaba wazisa amadodana
ngokwethembeka kwakho.חַ֥י חַ֛י ה֥וּא יוֹדֶ֖ךָ כָּמ֣וֹנִי הַיּ֑וֹם אָ֣ב לְבָנִ֔ים יוֹדִ֖יעַ אֶל־אֲמִתֶּֽךָ׃The living, only the living, can thank You, as I do today; fathers will tell their children about Your faithfulness.20\nd INKOSI\nd* izongisindisa;
sizozidlala izingoma zami ngezinsimbi zomculo
zonke izinsuku zokuphila kwethu
endlini ka-\nd iNKOSI\nd*.יְהוָ֖ה לְהוֹשִׁיעֵ֑נִי וּנְגִנוֹתַ֧י נְנַגֵּ֛ן כָּל־יְמֵ֥י חַיֵּ֖ינוּ עַל־בֵּ֥ית יְהוָֽה׃The LORD will save me; we will play songs on stringed instruments all the days of our lives in the house of the LORD.
21UYeshayahu wayethe, “Mabathathe isigaxa samakhiwane, basigcobe phezu kwethumba, khona uzophila.”וַיֹּ֣אמֶר יְשַׁעְיָ֔הוּ יִשְׂא֖וּ דְּבֶ֣לֶת תְּאֵנִ֑ים וְיִמְרְח֥וּ עַֽל־הַשְּׁחִ֖ין וְיֶֽחִי׃Now Isaiah had said, “Prepare a lump of pressed figs and apply it to the boil, and he will recover.”22UHizkiyahu wathi, “Siyini isibonakaliso sokuthi ngizokhuphukela endlini ka-\nd iNKOSI\nd*?”וַיֹּ֥אמֶר חִזְקִיָּ֖הוּ מָ֣ה א֑וֹת כִּ֥י אֶעֱלֶ֖ה בֵּ֥ית יְהוָֽה׃ סAnd Hezekiah had asked, “What will be the sign that I will go up to the house of the LORD?”