isiZuluIsiHebheru (WLC)IsiNgisi (Berean Standard Bible)
1Usho kanje u\nd iNKOSI\nd*: “Gcinani ubulungisa, nenze okulungileyo, ngoba insindiso yami isiseduze ukufika, nobulungisa bami buseduze ukwembulwa.”כֹּ֚ה אָמַ֣ר יְהוָ֔ה שִׁמְר֥וּ מִשְׁפָּ֖ט וַעֲשׂ֣וּ צְדָקָ֑ה כִּֽי־קְרוֹבָ֤ה יְשֽׁוּעָתִי֙ לָב֔וֹא וְצִדְקָתִ֖י לְהִגָּלֽוֹת׃This is what the LORD says: “Maintain justice and do what is right, for My salvation is coming soon, and My righteousness will be revealed.2Unenhlanhla umuntu owenza lokhu, nendodana yomuntu ebambelela kukho; ogcina usuku lokuphumula ukuba angalungcolisi, nogcina isandla sakhe singenzi noma yini embi.אַשְׁרֵ֤י אֱנוֹשׁ֙ יַעֲשֶׂה־זֹּ֔את וּבֶן־אָדָ֖ם יַחֲזִ֣יק בָּ֑הּ שֹׁמֵ֤ר שַׁבָּת֙ מֵֽחַלְּל֔וֹ וְשֹׁמֵ֥ר יָד֖וֹ מֵעֲשׂ֥וֹת כָּל־רָֽע׃ סBlessed is the man who does this, and the son of man who holds it fast, who keeps the Sabbath without profaning it and keeps his hand from doing any evil.”
3Umfokazi ozihlanganise \nd neNKOSI\nd* makangasho athi, “Impela \nd iNKOSI\nd* iyongihlukanisa nabantu bayo.” Nomthenwa makangasho athi, “Bheka, mina ngiyisihlahla esomile.”וְאַל־יֹאמַ֣ר בֶּן־הַנֵּכָ֗ר הַנִּלְוָ֤ה אֶל־יְהוָה֙ לֵאמֹ֔ר הַבְדֵּ֧ל יַבְדִּילַ֛נִי יְהוָ֖ה מֵעַ֣ל עַמּ֑וֹ וְאַל־יֹאמַר֙ הַסָּרִ֔יס הֵ֥ן אֲנִ֖י עֵ֥ץ יָבֵֽשׁ׃ סLet no foreigner who has joined himself to the LORD say, “The LORD will utterly exclude me from His people.” And let the eunuch not say, “I am but a dry tree.”
4Ngoba usho kanje u\nd iNKOSI\nd*: “Kubathenwa abagcina izinsuku zami zokuphumula, abakhetha lokho engikuthandayo nababambelela esivumelwaneni sami—כִּי־כֹ֣ה׀ אָמַ֣ר יְהוָ֗ה לַסָּֽרִיסִים֙ אֲשֶׁ֤ר יִשְׁמְרוּ֙ אֶת־שַׁבְּתוֹתַ֔י וּבָֽחֲר֖וּ בַּאֲשֶׁ֣ר חָפָ֑צְתִּי וּמַחֲזִיקִ֖ים בִּבְרִיתִֽי׃For this is what the LORD says: “To the eunuchs who keep My Sabbaths, who choose what pleases Me and hold fast to My covenant—5ngiyobanika endlini yami nasezindongeni zami isikhumbuzo negama elingcono kunamadodana namadodakazi. Ngiyobanika igama laphakade elingeke linqunywe.aNgokwezwi nezwi: isandla negama.וְנָתַתִּ֨י לָהֶ֜ם בְּבֵיתִ֤י וּבְחֽוֹמֹתַי֙ יָ֣ד וָשֵׁ֔ם ט֖וֹב מִבָּנִ֣ים וּמִבָּנ֑וֹת שֵׁ֤ם עוֹלָם֙ אֶתֶּן־ל֔וֹ אֲשֶׁ֖ר לֹ֥א יִכָּרֵֽת׃ סI will give them, in My house and within My walls, a memorial and a name better than that of sons and daughters. I will give them an everlasting name that will not be cut off.
6Nabafokazi abazihlanganisa \nd neNKOSI\nd* ukuze bayikhonze, bathande igama \nd leNKOSI\nd* futhi babe yizinceku zayo—bonke abagcina usuku lokuphumula ukuba bangalungcolisi nababambelela esivumelwaneni sami—וּבְנֵ֣י הַנֵּכָ֗ר הַנִּלְוִ֤ים עַל־יְהוָה֙ לְשָׁ֣רְת֔וֹ וּֽלְאַהֲבָה֙ אֶת־שֵׁ֣ם יְהוָ֔ה לִהְי֥וֹת ל֖וֹ לַעֲבָדִ֑ים כָּל־שֹׁמֵ֤ר שַׁבָּת֙ מֵֽחַלְּל֔וֹ וּמַחֲזִיקִ֖ים בִּבְרִיתִֽי׃And the foreigners who join themselves to the LORD to minister to Him, to love the name of the LORD, and to be His servants— all who keep the Sabbath without profaning it and who hold fast to My covenant—7ngiyobaletha entabeni yobungcwele bami, ngibajabulise endlini yami yomthandazo. Iminikelo yabo eshiswa yonke nemihlatshelo yabo iyokwamukelwa kahle phezu kwe-altare lami, ngoba indlu yami iyobizwa ngokuthi yindlu yomthandazo yazo zonke izizwe.”וַהֲבִיאוֹתִ֞ים אֶל־הַ֣ר קָדְשִׁ֗י וְשִׂמַּחְתִּים֙ בְּבֵ֣ית תְּפִלָּתִ֔י עוֹלֹתֵיהֶ֧ם וְזִבְחֵיהֶ֛ם לְרָצ֖וֹן עַֽל־מִזְבְּחִ֑י כִּ֣י בֵיתִ֔י בֵּית־תְּפִלָּ֥ה יִקָּרֵ֖א לְכָל־הָעַמִּֽים׃I will bring them to My holy mountain and make them joyful in My house of prayer. Their burnt offerings and sacrifices will be accepted on My altar, for My house will be called a house of prayer for all the nations.”8Lesi yisimemezelo seNkosi \nd uNKULUNKULU\nd*, eqoqa abaxoshiweyo bakwa-Israyeli: “Ngisazoqoqa abanye kuye, ngaphezu kwabaqoqiwe bakhe.”נְאֻם֙ אֲדֹנָ֣י יְהוִ֔ה מְקַבֵּ֖ץ נִדְחֵ֣י יִשְׂרָאֵ֑ל ע֛וֹד אֲקַבֵּ֥ץ עָלָ֖יו לְנִקְבָּצָֽיו׃Thus declares the Lord GOD, who gathers the dispersed of Israel: “I will gather to them still others besides those already gathered.”
9“Zonke zilwane zasendle,
wozani nizodla,
zonke zilwane ezisehlathini!”כֹּ֖ל חַיְת֣וֹ שָׂדָ֑י אֵתָ֕יוּ לֶאֱכֹ֥ל כָּל־חַיְת֖וֹ בַּיָּֽעַר׃ סCome, all you beasts of the field; eat greedily, all you beasts of the forest.
10Bonke bayizimpumputhe, abazi lutho. Bonke bayizinja eziyizimungulu, abakwazi ukukhonkotha; bayaphupha, balele phansi, bathanda ukozela.עִוְרִ֤ים כֻּלָּם֙ לֹ֣א יָדָ֔עוּ כֻּלָּם֙ כְּלָבִ֣ים אִלְּמִ֔ים לֹ֥א יוּכְל֖וּ לִנְבֹּ֑חַ הֹזִים֙ שֹֽׁכְבִ֔ים אֹהֲבֵ֖י לָנֽוּם׃Israel’s watchmen are blind, they are all oblivious; they are all mute dogs, they cannot bark; they are dreamers lying around, loving to slumber.11Izinja zinesifiso esinamandla;
azikwazi ukusutha.
Zona zingabelusi abangakwazi ukuqonda.
Bonke baphendukele endleleni yabo,
ngamunye enzuzweni yakhe,
yilowo nalowo ohlangothini lwakhe.וְהַכְּלָבִ֣ים עַזֵּי־נֶ֗פֶשׁ לֹ֤א יָֽדְעוּ֙ שָׂבְעָ֔ה וְהֵ֣מָּה רֹעִ֔ים לֹ֥א יָדְע֖וּ הָבִ֑ין כֻּלָּם֙ לְדַרְכָּ֣ם פָּנ֔וּ אִ֥ישׁ לְבִצְע֖וֹ מִקָּצֵֽהוּ׃Like ravenous dogs, they are never satisfied. They are shepherds with no discernment; they all turn to their own way, each one seeking his own gain:12“Wozani, mangilande iwayini,
masiphuze kakhulu uphuzo olunamandla.
Usuku lwakusasa luyoba njengalolu,
lube lukhulu kakhulu nakakhulu.”אֵתָ֥יוּ אֶקְחָה־יַ֖יִן וְנִסְבְּאָ֣ה שֵׁכָ֑ר וְהָיָ֤ה כָזֶה֙ י֣וֹם מָחָ֔ר גָּד֖וֹל יֶ֥תֶר מְאֹֽד׃“Come, let me get the wine, let us imbibe the strong drink, and tomorrow will be like today, only far better!”