isiZuluIsiHebheru (WLC)IsiNgisi (Berean Standard Bible)
1\q1 “Duduzani, duduzani abantu bami,” kusho uNkulunkulu wenu.נַחֲמ֥וּ נַחֲמ֖וּ עַמִּ֑י יֹאמַ֖ר אֱלֹהֵיכֶֽם׃“Comfort, comfort My people,” says your God.2\q1 Khulumani neYerushalayimi ngendlela ethinta inhliziyo, nimemezele kuyo
\q2 ukuthi inkonzo yayo yempi isiphelile,
\q1 ukuthi icala layo selamukelwe,
\q2 nokuthi esandleni se\nd iNKOSI\nd* yamukele okuphindwe kabili ngenxa yazo zonke izono zayo.aNgokwezwi nezwi: Khulumani enhliziyweni yeYerushalayimi.דַּבְּר֞וּ עַל־לֵ֤ב יְרֽוּשָׁלִַ֨ם֙ וְקִרְא֣וּ אֵלֶ֔יהָ כִּ֤י מָֽלְאָה֙ צְבָאָ֔הּ כִּ֥י נִרְצָ֖ה עֲוֺנָ֑הּ כִּ֤י לָקְחָה֙ מִיַּ֣ד יְהוָ֔ה כִּפְלַ֖יִם בְּכָל־חַטֹּאתֶֽיהָ׃ ס“Speak tenderly to Jerusalem, and proclaim to her that her forced labor has been completed; her iniquity has been pardoned. For she has received from the hand of the LORD double for all her sins.”
3Izwi lomemezayo lithi: “Ehlane lungisani indlela ye\nd iNKOSI\nd*; enkangala qondisani umgwaqo kaNkulunkulu wethu.ק֣וֹל קוֹרֵ֔א בַּמִּדְבָּ֕ר פַּנּ֖וּ דֶּ֣רֶךְ יְהוָ֑ה יַשְּׁרוּ֙ בָּעֲרָבָ֔ה מְסִלָּ֖ה לֵאלֹהֵֽינוּ׃A voice of one calling: “Prepare the way for the LORD in the wilderness; make a straight highway for our God in the desert.4\q1 Sonke isigodi siyophakanyiswa,
\q2 nayo yonke intaba negquma kuyokwehliswa;
\q1 indawo egwegwile iyoba ithafa,
\q2 nemimango emangelengele ibe isigodi.כָּל־גֶּיא֙ יִנָּשֵׂ֔א וְכָל־הַ֥ר וְגִבְעָ֖ה יִשְׁפָּ֑לוּ וְהָיָ֤ה הֶֽעָקֹב֙ לְמִישׁ֔וֹר וְהָרְכָסִ֖ים לְבִקְעָֽה׃Every valley shall be lifted up, and every mountain and hill made low; the uneven ground will become smooth, and the rugged land a plain.5Inkazimulo ye\nd iNKOSI\nd* iyokwembulwa, nayo yonke inyama iyoyibona ndawonye, ngoba umlomo we\nd iNKOSI\nd* ukhulumile.”וְנִגְלָ֖ה כְּב֣וֹד יְהוָ֑ה וְרָא֤וּ כָל־בָּשָׂר֙ יַחְדָּ֔ו כִּ֛י פִּ֥י יְהוָ֖ה דִּבֵּֽר׃ סAnd the glory of the LORD will be revealed, and all humanity together will see it.” For the mouth of the LORD has spoken.
6\q1 Izwi lithi: “Memezela!”
\q2 Wathi: “Ngimemezele ukuthini?”
\q1 Bonke abantu bawutshani,
\q2 nalo lonke uthando lwabo oluthembekile lunjengembali yasendle.ק֚וֹל אֹמֵ֣ר קְרָ֔א וְאָמַ֖ר מָ֣ה אֶקְרָ֑א כָּל־הַבָּשָׂ֣ר חָצִ֔יר וְכָל־חַסְדּ֖וֹ כְּצִ֥יץ הַשָּׂדֶֽה׃A voice says, “Cry out!” And I asked, “What should I cry out?” “All flesh is like grass, and all its glory like the flowers of the field.7\q1 Utshani buyoma, imbali ibune,
\q2 lapho umoya we\nd iNKOSI\nd* uphephetha phezu kwakho.
\q1 Impela abantu bawutshani.יָבֵ֤שׁ חָצִיר֙ נָ֣בֵֽל צִ֔יץ כִּ֛י ר֥וּחַ יְהוָ֖ה נָ֣שְׁבָה בּ֑וֹ אָכֵ֥ן חָצִ֖יר הָעָֽם׃The grass withers and the flowers fall when the breath of the LORD blows on them; indeed, the people are grass.8\q1 Utshani buyoma, imbali ibune,
\q2 kodwa izwi likaNkulunkulu wethu liyokuma phakade.יָבֵ֥שׁ חָצִ֖יר נָ֣בֵֽל צִ֑יץ וּדְבַר־אֱלֹהֵ֖ינוּ יָק֥וּם לְעוֹלָֽם׃ סThe grass withers and the flowers fall, but the word of our God stands forever.”
9Siyoni, wena oletha izindaba ezinhle, khuphukela entabeni ephakeme. Jerusalema, wena oletha izindaba ezinhle, phakamisa izwi lakho ngamandla; liphakamise, ungesabi. Yithi emizini yakwaJuda: “Nangu uNkulunkulu wenu!”עַ֣ל הַר־גָּבֹ֤הַ עֲלִי־לָךְ֙ מְבַשֶּׂ֣רֶת צִיּ֔וֹן הָרִ֤ימִי בַכֹּ֨חַ֙ קוֹלֵ֔ךְ מְבַשֶּׂ֖רֶת יְרוּשָׁלִָ֑ם הָרִ֨ימִי֙ אַל־תִּירָ֔אִי אִמְרִי֙ לְעָרֵ֣י יְהוּדָ֔ה הִנֵּ֖ה אֱלֹהֵיכֶֽם׃Go up on a high mountain, O Zion, herald of good news. Raise your voice loudly, O Jerusalem, herald of good news. Lift it up, do not be afraid! Say to the cities of Judah, “Here is your God!”10Bhekani, iNkosi \nd uNKULUNKULU\nd* iyeza ngamandla, nengalo Yayo iyayibusa. Bhekani, umvuzo Wayo ukanye Nayo, nomphumela womsebenzi Wayo uphambi Kwayo.הִנֵּ֨ה אֲדֹנָ֤י יְהוִה֙ בְּחָזָ֣ק יָב֔וֹא וּזְרֹע֖וֹ מֹ֣שְׁלָה ל֑וֹ הִנֵּ֤ה שְׂכָרוֹ֙ אִתּ֔וֹ וּפְעֻלָּת֖וֹ לְפָנָֽיו׃Behold, the Lord GOD comes with might, and His arm establishes His rule. His reward is with Him, and His recompense accompanies Him.11\q1 Iyokwelusa umhlambi wayo njengomelusi;
\q2 iyobutha amawundlu ngengalo yayo,
\q1 iwathwale esifubeni sayo,
\q2 izihole kahle ezincelisayo.כְּרֹעֶה֙ עֶדְר֣וֹ יִרְעֶ֔ה בִּזְרֹעוֹ֙ יְקַבֵּ֣ץ טְלָאִ֔ים וּבְחֵיק֖וֹ יִשָּׂ֑א עָל֖וֹת יְנַהֵֽל׃ סHe tends His flock like a shepherd; He gathers the lambs in His arms and carries them close to His heart. He gently leads the nursing ewes.
12Ngubani olinganise amanzi entendeni yesandla sakhe, walinganisa amazulu ngobubanzi besandla, waqoqa uthuli lomhlaba ngesilinganiso, wakala izintaba ngesikali namagquma ngezikali ezimbili?מִֽי־מָדַ֨ד בְּשָׁעֳל֜וֹ מַ֗יִם וְשָׁמַ֨יִם֙ בַּזֶּ֣רֶת תִּכֵּ֔ן וְכָ֥ל בַּשָּׁלִ֖שׁ עֲפַ֣ר הָאָ֑רֶץ וְשָׁקַ֤ל בַּפֶּ֨לֶס֙ הָרִ֔ים וּגְבָע֖וֹת בְּמֹאזְנָֽיִם׃Who has measured the waters in the hollow of his hand, or marked off the heavens with the span of his hand? Who has held the dust of the earth in a basket, or weighed the mountains on a scale and the hills with a balance?13\q1 Ngubani olinganise uMoya we\nd iNKOSI\nd*,
\q2 noma njengomeluleki wayo wayazisa?מִֽי־תִכֵּ֥ן אֶת־ר֖וּחַ יְהוָ֑ה וְאִ֥ישׁ עֲצָת֖וֹ יוֹדִיעֶֽנּוּ׃Who has directed the Spirit of the LORD, or informed Him as His counselor?14\q1 Yabonisana nobani, owayinika ukuqonda,
\q2 wayifundisa indlela yobulungisa,
\q1 wayifundisa ulwazi,
\q2 wayazisa indlela yokuqonda?אֶת־מִ֤י נוֹעָץ֙ וַיְבִינֵ֔הוּ וַֽיְלַמְּדֵ֖הוּ בְּאֹ֣רַח מִשְׁפָּ֑ט וַיְלַמְּדֵ֣הוּ דַ֔עַת וְדֶ֥רֶךְ תְּבוּנ֖וֹת יוֹדִיעֶֽנּוּ׃Whom did He consult to enlighten Him, and who taught Him the paths of justice? Who imparted knowledge to Him and showed Him the way of understanding?15\q1 Bhekani, izizwe zinjengethonsi elivela ebhakedeni,
\q2 zibalwa njengothuli oluncane esikalweni.
\q1 Bhekani, iziqhingi iziphakamisa njengothuli olucolekileyo.הֵ֤ן גּוֹיִם֙ כְּמַ֣ר מִדְּלִ֔י וּכְשַׁ֥חַק מֹאזְנַ֖יִם נֶחְשָׁ֑בוּ הֵ֥ן אִיִּ֖ים כַּדַּ֥ק יִטּֽוֹל׃Surely the nations are like a drop in a bucket; they are considered a speck of dust on the scales; He lifts up the islands like fine dust.16\q1 ILebhanoni ayanele ukubaswa,
\q2 nezilwane zayo azanele ukuba umnikelo oshiswa wonke.וּלְבָנ֕וֹן אֵ֥ין דֵּ֖י בָּעֵ֑ר וְחַיָּת֔וֹ אֵ֥ין דֵּ֖י עוֹלָֽה׃ סLebanon is not sufficient for fuel, nor its animals enough for a burnt offering.
17Zonke izizwe zinjengokungabi nalutho phambi Kwayo; zibhekwa Yiyo njengezingaphansi kokungabi nalutho nokungabi nasimo.כָּל־הַגּוֹיִ֖ם כְּאַ֣יִן נֶגְדּ֑וֹ מֵאֶ֥פֶס וָתֹ֖הוּ נֶחְשְׁבוּ־לֽוֹ׃All the nations are as nothing before Him; He regards them as nothingness and emptiness.18Pho uNkulunkulu niyomfanisa nobani? Yikuphi ukufana eniyokubeka kuYena?וְאֶל־מִ֖י תְּדַמְּי֣וּן אֵ֑ל וּמַה־דְּמ֖וּת תַּ֥עַרְכוּ לֽוֹ׃To whom will you liken God? To what image will you compare Him?19\q1 Isithombe esiqoshiwe ingcweti iyasiphonsa,
\q2 umkhandi wegolide asinameke ngegolide,
\q1 abumbe namaketanga esiliva.הַפֶּ֨סֶל֙ נָסַ֣ךְ חָרָ֔שׁ וְצֹרֵ֖ף בַּזָּהָ֣ב יְרַקְּעֶ֑נּוּ וּרְתֻק֥וֹת כֶּ֖סֶף צוֹרֵֽף׃To an idol that a craftsman casts and a metalworker overlays with gold and fits with silver chains?20Ompofu kakhulu ukuba anikele ukhetha ukhuni olungaboli; uzifunela ingcweti enekhono ukuze imise isithombe esiqoshiwe esingeke sinyakaze.הַֽמְסֻכָּ֣ן תְּרוּמָ֔ה עֵ֥ץ לֹֽא־יִרְקַ֖ב יִבְחָ֑ר חָרָ֤שׁ חָכָם֙ יְבַקֶּשׁ־ל֔וֹ לְהָכִ֥ין פֶּ֖סֶל לֹ֥א יִמּֽוֹט׃One lacking such an offering chooses wood that will not rot. He seeks a skilled craftsman to set up an idol that will not topple.21\q1 Anazi yini?
\q2 Anizwanga yini?
\q1 Anitshelwanga yini kwasekuqaleni?
\q2 Aniziqondanga yini izisekelo zomhlaba?הֲל֤וֹא תֵֽדְעוּ֙ הֲל֣וֹא תִשְׁמָ֔עוּ הֲל֛וֹא הֻגַּ֥ד מֵרֹ֖אשׁ לָכֶ֑ם הֲלוֹא֙ הֲבִ֣ינֹתֶ֔ם מוֹסְד֖וֹת הָאָֽרֶץ׃Do you not know? Have you not heard? Has it not been declared to you from the beginning? Have you not understood since the foundation of the earth?22\q1 Nguye ohlezi phezu kwendilinga yomhlaba,
\q2 abakhileyo kuwo benjengezintethe;
\q1 owelula amazulu njengesihenqo esizacile,
\q2 aweneke njengetende lokuhlala.הַיֹּשֵׁב֙ עַל־ח֣וּג הָאָ֔רֶץ וְיֹשְׁבֶ֖יהָ כַּחֲגָבִ֑ים הַנּוֹטֶ֤ה כַדֹּק֙ שָׁמַ֔יִם וַיִּמְתָּחֵ֥ם כָּאֹ֖הֶל לָשָֽׁבֶת׃He sits enthroned above the circle of the earth; its dwellers are like grasshoppers. He stretches out the heavens like a curtain, and spreads them out like a tent to dwell in.23NguYena owenza izikhulu zibe yize, enze abahluleli bomhlaba babe njengokungabi nasimo.הַנּוֹתֵ֥ן רוֹזְנִ֖ים לְאָ֑יִן שֹׁ֥פְטֵי אֶ֖רֶץ כַּתֹּ֥הוּ עָשָֽׂה׃He brings the princes to nothing and makes the rulers of the earth meaningless.24\q1 Bebengakatshalwa nje,
\q2 bengakahlwanyelwa nje,
\q1 nesiqu sabo singakabi nazimpande emhlabeni,
\q2 lapho ephephetha phezu kwabo, base beyoma,
\q1 nesivunguvungu sabasusa njengezinhlanga ezomile.אַ֣ף בַּל־נִטָּ֗עוּ אַ֚ף בַּל־זֹרָ֔עוּ אַ֛ף בַּל־שֹׁרֵ֥שׁ בָּאָ֖רֶץ גִּזְעָ֑ם וְגַם־נָשַׁ֤ף בָּהֶם֙ וַיִּבָ֔שׁוּ וּסְעָרָ֖ה כַּקַּ֥שׁ תִּשָּׂאֵֽם׃ סNo sooner are they planted, no sooner are they sown, no sooner have their stems taken root in the ground, than He blows on them and they wither, and a whirlwind sweeps them away like stubble.
25\q1 “Pho niyongifanisa nobani,
\q2 ukuze ngilingane naye?” kusho oNgcwele.וְאֶל־מִ֥י תְדַמְּי֖וּנִי וְאֶשְׁוֶ֑ה יֹאמַ֖ר קָדֽוֹשׁ׃“To whom will you liken Me, or who is My equal?” asks the Holy One.26Phakamiselani amehlo enu phezulu nibone: ngubani odale lezi zinto? NguYena okhipha amabutho azo ngenani, awabize wonke ngamagama. Ngenxa yobuningi bamandla Akhe nokuqina kwekhono Lakhe, akukho nelilodwa elisilelayo.שְׂאוּ־מָר֨וֹם עֵינֵיכֶ֤ם וּרְאוּ֙ מִי־בָרָ֣א אֵ֔לֶּה הַמּוֹצִ֥יא בְמִסְפָּ֖ר צְבָאָ֑ם לְכֻלָּם֙ בְּשֵׁ֣ם יִקְרָ֔א מֵרֹ֤ב אוֹנִים֙ וְאַמִּ֣יץ כֹּ֔חַ אִ֖ישׁ לֹ֥א נֶעְדָּֽר׃ סLift up your eyes on high: Who created all these? He leads forth the starry host by number; He calls each one by name. Because of His great power and mighty strength, not one of them is missing.
27Kungani usho kanje, Jakobe, futhi ukhulume kanje, Israyeli: “Indlela yami ifihlekile ku\nd iNKOSI\nd*, nelungelo lami alinakwa uNkulunkulu wami”?aNgokwezwi nezwi: Ilungelo lami lidlula kuNkulunkulu wami.לָ֤מָּה תֹאמַר֙ יַֽעֲקֹ֔ב וּתְדַבֵּ֖ר יִשְׂרָאֵ֑ל נִסְתְּרָ֤ה דַרְכִּי֙ מֵֽיְהוָ֔ה וּמֵאֱלֹהַ֖י מִשְׁפָּטִ֥י יַעֲבֽוֹר׃Why do you say, O Jacob, and why do you assert, O Israel, “My way is hidden from the LORD, and my claim is ignored by my God”?28Awazi yini? Awuzwanga yini? UNkulunkulu waphakade, \nd iNKOSI\nd*, uMdali wemikhawulo yomhlaba, akakhathali futhi akadinwa; ukuqonda Kwakhe akuphenyeki.הֲל֨וֹא יָדַ֜עְתָּ אִם־לֹ֣א שָׁמַ֗עְתָּ אֱלֹהֵ֨י עוֹלָ֤ם׀ יְהוָה֙ בּוֹרֵא֙ קְצ֣וֹת הָאָ֔רֶץ לֹ֥א יִיעַ֖ף וְלֹ֣א יִיגָ֑ע אֵ֥ין חֵ֖קֶר לִתְבוּנָתֽוֹ׃Do you not know? Have you not heard? The LORD is the everlasting God, the Creator of the ends of the earth. He will not grow tired or weary; His understanding is beyond searching out.29\q1 Unika okhatheleyo amandla,
\q2 andise ukuqina kwalowo ongenamandla.נֹתֵ֥ן לַיָּעֵ֖ף כֹּ֑חַ וּלְאֵ֥ין אוֹנִ֖ים עָצְמָ֥ה יַרְבֶּֽה׃He gives power to the faint and increases the strength of the weak.30Abafana bayokhathala badinwe, nezinsizwa ziyokhubeka impela.וְיִֽעֲפ֥וּ נְעָרִ֖ים וְיִגָ֑עוּ וּבַחוּרִ֖ים כָּשׁ֥וֹל יִכָּשֵֽׁלוּ׃Even youths grow tired and weary, and young men stumble and fall.31Kodwa abalinda \nd iNKOSI\nd* ngethemba bayovuselela amandla; bayokhuphuka ngamaphiko njengezinkozi, bagijime bangadinwa, bahambe bangakhathali.וְקוֹיֵ֤ יְהוָה֙ יַחֲלִ֣יפוּ כֹ֔חַ יַעֲל֥וּ אֵ֖בֶר כַּנְּשָׁרִ֑ים יָר֨וּצוּ֙ וְלֹ֣א יִיגָ֔עוּ יֵלְכ֖וּ וְלֹ֥א יִיעָֽפוּ׃ פBut those who wait upon the LORD will renew their strength; they will mount up with wings like eagles; they will run and not grow weary, they will walk and not faint.