isiZuluIsiHebheru (WLC)IsiNgisi (Berean Standard Bible)
1Ngaleso sikhathi uMikhayeli, isikhulu esikhulu esimela abantu bakho, uyosukuma. Kuyoba yisikhathi sokuhlupheka esingakaze sibe khona selokhu kwaba khona isizwe kuze kube yileso sikhathi. Kodwa ngaleso sikhathi abantu bakho bayophunyuka, bonke abatholakala belotshiwe encwadini.וּבָעֵ֣ת הַהִיא֩ יַעֲמֹ֨ד מִֽיכָאֵ֜ל הַשַּׂ֣ר הַגָּד֗וֹל הָעֹמֵד֮ עַל־בְּנֵ֣י עַמֶּךָ֒ וְהָיְתָה֙ עֵ֣ת צָרָ֔ה אֲשֶׁ֤ר לֹֽא־נִהְיְתָה֙ מִֽהְי֣וֹת גּ֔וֹי עַ֖ד הָעֵ֣ת הַהִ֑יא וּבָעֵ֤ת הַהִיא֙ יִמָּלֵ֣ט עַמְּךָ֔ כָּל־הַנִּמְצָ֖א כָּת֥וּב בַּסֵּֽפֶר׃“At that time Michael, the great prince who stands watch over your people, will rise up. There will be a time of distress, the likes of which will not have occurred from the beginning of nations until that time. But at that time your people—everyone whose name is found written in the book—will be delivered.2Abaningi kwabalele emhlabathini owuthuli bayovuka, abanye baye ekuphileni kwaphakade, abanye baye emahlazweni nasekunengweni kwaphakade.וְרַבִּ֕ים מִיְּשֵׁנֵ֥י אַדְמַת־עָפָ֖ר יָקִ֑יצוּ אֵ֚לֶּה לְחַיֵּ֣י עוֹלָ֔ם וְאֵ֥לֶּה לַחֲרָפ֖וֹת לְדִרְא֥וֹן עוֹלָֽם׃ סAnd many who sleep in the dust of the earth will awake, some to everlasting life, but others to shame and everlasting contempt.
3Abanokuqonda bayokhazimula njengokubenyezela komkhathi, nalabo abenza abaningi babe ngabalungileyo bayokhazimula njengezinkanyezi phakade naphakade.וְהַ֨מַּשְׂכִּלִ֔ים יַזְהִ֖רוּ כְּזֹ֣הַר הָרָקִ֑יעַ וּמַצְדִּיקֵי֙ הָֽרַבִּ֔ים כַּכּוֹכָבִ֖ים לְעוֹלָ֥ם וָעֶֽד׃ פThen the wise will shine like the brightness of the heavens, and those who lead many to righteousness will shine like the stars forever and ever.
4Kodwa wena Daniyeli, vala la mazwi, uyivale ngophawu incwadi kuze kube sesikhathini sokuphela. Abaningi bayozulazula, nolwazi luyokwanda.וְאַתָּ֣ה דָֽנִיֵּ֗אל סְתֹ֧ם הַדְּבָרִ֛ים וַחֲתֹ֥ם הַסֵּ֖פֶר עַד־עֵ֣ת קֵ֑ץ יְשֹׁטְט֥וּ רַבִּ֖ים וְתִרְבֶּ֥ה הַדָּֽעַת׃But you, Daniel, shut up these words and seal the book until the time of the end. Many will roam to and fro, and knowledge will increase.”5Mina Daniyeli ngabona, bheka, abanye ababili babemi lapho, omunye lapha osebeni lomfula, nomunye laphaya osebeni lomfula.וְרָאִ֨יתִי֙ אֲנִ֣י דָנִיֵּ֔אל וְהִנֵּ֛ה שְׁנַ֥יִם אֲחֵרִ֖ים עֹמְדִ֑ים אֶחָ֥ד הֵ֨נָּה֙ לִשְׂפַ֣ת הַיְאֹ֔ר וְאֶחָ֥ד הֵ֖נָּה לִשְׂפַ֥ת הַיְאֹֽר׃Then I, Daniel, looked and saw two others standing there, one on this bank of the river and one on the opposite bank.6Wathi endodeni eyayigqoke ilineni, eyayingaphezu kwamanzi omfula, “Kuyoze kube nini ukuphela kwalezi zimangaliso?”וַיֹּ֗אמֶר לָאִישׁ֙ לְב֣וּשׁ הַבַּדִּ֔ים אֲשֶׁ֥ר מִמַּ֖עַל לְמֵימֵ֣י הַיְאֹ֑ר עַד־מָתַ֖י קֵ֥ץ הַפְּלָאֽוֹת׃One of them said to the man dressed in linen, who was above the waters of the river, “How long until the fulfillment of these wonders?”7Ngayizwa indoda eyayigqoke ilineni, eyayingaphezu kwamanzi omfula. Yaphakamisela emazulwini isandla sayo sokunene nesobunxele, yafunga ngophilayo phakade ukuthi kuyoba isikhathi esimisiwe, izikhathi ezimisiwe nengxenye yesikhathi; lapho sekuqediwe ukuphihliza amandla abantu bobungcwele, zonke lezi zinto ziyophela.aNgokwezwi nezwi: lapho sekuqediwe ukuphihliza isandla sabantu bobungcwele.וָאֶשְׁמַ֞ע אֶת־הָאִ֣ישׁ׀ לְב֣וּשׁ הַבַּדִּ֗ים אֲשֶׁ֣ר מִמַּעַל֮ לְמֵימֵ֣י הַיְאֹר֒ וַיָּ֨רֶם יְמִינ֤וֹ וּשְׂמֹאלוֹ֙ אֶל־הַשָּׁמַ֔יִם וַיִּשָּׁבַ֖ע בְּחֵ֣י הָעוֹלָ֑ם כִּי֩ לְמוֹעֵ֨ד מֽוֹעֲדִ֜ים וָחֵ֗צִי וּכְכַלּ֛וֹת נַפֵּ֥ץ יַד־עַם־קֹ֖דֶשׁ תִּכְלֶ֥ינָה כָל־אֵֽלֶּה׃And the man dressed in linen, who was above the waters of the river, raised his right hand and his left hand toward heaven, and I heard him swear by Him who lives forever, saying, “It will be for a time, and times, and half a time. When the power of the holy people has finally been shattered, all these things will be completed.”8Mina ngezwa, kodwa angiqondanga. Ngathi, “Nkosi yami, siyini isiphetho salezi zinto?”וַאֲנִ֥י שָׁמַ֖עְתִּי וְלֹ֣א אָבִ֑ין וָאֹ֣מְרָ֔ה אֲדֹנִ֕י מָ֥ה אַחֲרִ֖ית אֵֽלֶּה׃ פI heard, but I did not understand. So I asked, “My lord, what will be the outcome of these things?”
9Wathi, “Hamba, Daniyeli, ngoba la mazwi avaliwe futhi ananyathiselwe ngophawu kuze kube sesikhathini sokuphela.וַיֹּ֖אמֶר לֵ֣ךְ דָּנִיֵּ֑אל כִּֽי־סְתֻמִ֧ים וַחֲתֻמִ֛ים הַדְּבָרִ֖ים עַד־עֵ֥ת קֵֽץ׃“Go on your way, Daniel,” he replied, “for the words are closed up and sealed until the time of the end.10Abaningi bayozihlanza, bazenze babe mhlophe futhi bacwengisiswe. Kodwa abantu ababi bayokwenza okubi; akekho kubo bonke abantu ababi oyoqonda, kodwa abahlakaniphileyo bayoqonda.יִ֠תְבָּֽרֲרוּ וְיִֽתְלַבְּנ֤וּ וְיִצָּֽרְפוּ֙ רַבִּ֔ים וְהִרְשִׁ֣יעוּ רְשָׁעִ֔ים וְלֹ֥א יָבִ֖ינוּ כָּל־רְשָׁעִ֑ים וְהַמַּשְׂכִּלִ֖ים יָבִֽינוּ׃Many will be purified, made spotless, and refined, but the wicked will continue to act wickedly. None of the wicked will understand, but the wise will understand.11Kusukela esikhathini okususwa ngaso okuqhubekayo, kubekwe nesinengiso esenza incithakalo, kuyoba yizinsuku eziyi-1 290.וּמֵעֵת֙ הוּסַ֣ר הַתָּמִ֔יד וְלָתֵ֖ת שִׁקּ֣וּץ שֹׁמֵ֑ם יָמִ֕ים אֶ֖לֶף מָאתַ֥יִם וְתִשְׁעִֽים׃And from the time the daily sacrifice is abolished and the abomination of desolation set up, there will be 1,290 days.12Unenhlanhla lowo olindayo afinyelele ezinsukwini eziyi-1 335.אַשְׁרֵ֥י הַֽמְחַכֶּ֖ה וְיַגִּ֑יעַ לְיָמִ֕ים אֶ֕לֶף שְׁלֹ֥שׁ מֵא֖וֹת שְׁלֹשִׁ֥ים וַחֲמִשָּֽׁה׃Blessed is he who waits and reaches the end of the 1,335 days.13Kodwa wena, hamba uye ekupheleni. Uyophumula, bese uyoma esabelweni sakho ekupheleni kwezinsuku.”וְאַתָּ֖ה לֵ֣ךְ לַקֵּ֑ץ וְתָנ֛וּחַ וְתַעֲמֹ֥ד לְגֹרָלְךָ֖ לְקֵ֥ץ הַיָּמִֽין׃But as for you, go on your way until the end. You will rest, and then you will arise to your inheritance at the end of the days.”