isiZuluIsiHebheru (WLC)IsiNgisi (Berean Standard Bible)
1Isibalo senzalo ka-Israyeli siyoba njengesihlabathi solwandle, esingenakulinganiswa nesingenakubalwa. Endaweni lapho kwakuthiwe kuyo kubo, “Anisibo abantu bami,” kuyothiwa kubo, “Ningamadodana kaNkulunkulu ophilayo.”וְֽ֠הָיָה מִסְפַּ֤ר בְּנֵֽי־יִשְׂרָאֵל֙ כְּח֣וֹל הַיָּ֔ם אֲשֶׁ֥ר לֹֽא־יִמַּ֖ד וְלֹ֣א יִסָּפֵ֑ר וְֽ֠הָיָה בִּמְק֞וֹם אֲשֶׁר־יֵאָמֵ֤ר לָהֶם֙ לֹֽא־עַמִּ֣י אַתֶּ֔ם יֵאָמֵ֥ר לָהֶ֖ם בְּנֵ֥י אֵֽל־חָֽי׃Yet the number of the Israelites will be like the sand of the sea, which cannot be measured or counted. And it will happen that in the very place where it was said to them, ‘You are not My people,’ they will be called ‘sons of the living God.’2\q1 Inzalo kaJuda nenzalo ka-Israyeli iyoqoqana ndawonye,
\q2 izikhethele inhloko eyodwa,
\q1 bese ikhuphuka isuka ezweni,
\q2 ngoba luyoba lukhulu usuku lukaJizreyeli.וְ֠נִקְבְּצוּ בְּנֵֽי־יְהוּדָ֤ה וּבְנֵֽי־יִשְׂרָאֵל֙ יַחְדָּ֔ו וְשָׂמ֥וּ לָהֶ֛ם רֹ֥אשׁ אֶחָ֖ד וְעָל֣וּ מִן־הָאָ֑רֶץ כִּ֥י גָד֖וֹל י֥וֹם יִזְרְעֶֽאל׃Then the people of Judah and of Israel will be gathered together, and they will appoint for themselves one leader, and will go up out of the land. For great will be the day of Jezreel.
3\q1 Yishoni kubafowenu nithi, “Ningabantu bami,”
\q2 nakodadewenu nithi, “Nina enihawukelweyo.”אִמְר֥וּ לַאֲחֵיכֶ֖ם עַמִּ֑י וְלַאֲחֽוֹתֵיכֶ֖ם רֻחָֽמָה׃“Say of your brothers, ‘My people,’ and of your sisters, ‘My loved one.’
4\q1 Phikisanani nonyoko, phikisanani naye,
\q2 ngoba akayona inkosikazi yami,
\q2 nami angiyona indoda yakhe.
\q1 Makasuse ubufebe bakhe ebusweni bakhe,
\q2 nokuphinga kwakhe phakathi kwamabele akhe.רִ֤יבוּ בְאִמְּכֶם֙ רִ֔יבוּ כִּֽי־הִיא֙ לֹ֣א אִשְׁתִּ֔י וְאָנֹכִ֖י לֹ֣א אִישָׁ֑הּ וְתָסֵ֤ר זְנוּנֶ֨יהָ֙ מִפָּנֶ֔יה וְנַאֲפוּפֶ֖יהָ מִבֵּ֥ין שָׁדֶֽיהָ׃Rebuke your mother, rebuke her, for she is not My wife, and I am not her husband. Let her remove the adultery from her face and the unfaithfulness from between her breasts.5hleze ngimkhumule abe nqunu, ngimbeke njengasosukwini azalwa ngalo, ngimenze abe njengehlane, ngimenze abe njengezwe elomile, ngimbulale ngokoma.פֶּן־אַפְשִׁיטֶ֣נָּה עֲרֻמָּ֔ה וְהִ֨צַּגְתִּ֔יהָ כְּי֖וֹם הִוָּֽלְדָ֑הּ וְשַׂמְתִּ֣יהָ כַמִּדְבָּ֗ר וְשַׁתִּ֨הָ֙ כְּאֶ֣רֶץ צִיָּ֔ה וַהֲמִתִּ֖יהָ בַּצָּמָֽא׃Otherwise, I will strip her naked and expose her like the day of her birth. I will make her like a desert and turn her into a parched land, and I will let her die of thirst.6\q1 Ngeke ngizihawukele izingane zakhe,
\q2 ngoba ziyinzalo yobufebe.וְאֶת־בָּנֶ֖יהָ לֹ֣א אֲרַחֵ֑ם כִּֽי־בְנֵ֥י זְנוּנִ֖ים הֵֽמָּה׃I will have no compassion on her children, because they are the children of adultery.7Ngoba unina ufebile; owabakhulelwayo wenze okuyihlazo. Wathi, “Ngizolandela abathandi bami, abanginika isinkwa sami namanzi ami, uvolo wami nefilakisi lami, amafutha ami neziphuzo zami.”כִּ֤י זָֽנְתָה֙ אִמָּ֔ם הֹבִ֖ישָׁה הֽוֹרָתָ֑ם כִּ֣י אָמְרָ֗ה אֵלְכָ֞ה אַחֲרֵ֤י מְאַהֲבַי֙ נֹתְנֵ֤י לַחְמִי֙ וּמֵימַ֔י צַמְרִ֣י וּפִשְׁתִּ֔י שַׁמְנִ֖י וְשִׁקּוּיָֽי׃For their mother has played the harlot and has conceived them in disgrace. For she thought, ‘I will go after my lovers, who give me bread and water, wool and linen, oil and drink.’
8Ngakho bheka, ngizobiyela indlela yakho ngameva, ngakhe udonga lwakhe, futhi ngeke azithole izindlela zakhe.לָכֵ֛ן הִנְנִי־שָׂ֥ךְ אֶת־דַּרְכֵּ֖ךְ בַּסִּירִ֑ים וְגָֽדַרְתִּי֙ אֶת־גְּדֵרָ֔הּ וּנְתִיבוֹתֶ֖יהָ לֹ֥א תִמְצָֽא׃Therefore, behold, I will hedge up her path with thorns; I will enclose her with a wall, so she cannot find her way.9Uyojaha abathandi bakhe, kodwa angabaficeli; uyobafuna, kodwa angabatholi. Khona uyothi, “Ngizohamba ngibuyele endodeni yami yokuqala, ngoba kwakukuhle kimi ngaleso sikhathi kunamanje.”וְרִדְּפָ֤ה אֶת־מְאַהֲבֶ֨יהָ֙ וְלֹֽא־תַשִּׂ֣יג אֹתָ֔ם וּבִקְשָׁ֖תַם וְלֹ֣א תִמְצָ֑א וְאָמְרָ֗ה אֵלְכָ֤ה וְאָשׁ֨וּבָה֙ אֶל־אִישִׁ֣י הָֽרִאשׁ֔וֹן כִּ֣י ט֥וֹב לִ֛י אָ֖ז מֵעָֽתָּה׃She will pursue her lovers but not catch them; she will seek them but not find them. Then she will say, ‘I will return to my first husband, for then I was better off than now.’10Kodwa wayengazi ukuthi yimi engamnika okusanhlamvu, iwayini elisha namafutha, nokuthi ngamandisela isiliva kuye; igolide balenzela uBali.וְהִיא֙ לֹ֣א יָֽדְעָ֔ה כִּ֤י אָֽנֹכִי֙ נָתַ֣תִּי לָ֔הּ הַדָּגָ֖ן וְהַתִּיר֣וֹשׁ וְהַיִּצְהָ֑ר וְכֶ֨סֶף הִרְבֵּ֥יתִי לָ֛הּ וְזָהָ֖ב עָשׂ֥וּ לַבָּֽעַל׃For she does not acknowledge that it was I who gave her grain, new wine, and oil, who lavished on her silver and gold— which they crafted for Baal.11\q1 Ngakho ngizobuya ngithathe amabele ami ngesikhathi sawo,
\q2 newayini lami elisha ngesikhathi salo esimisiwe.
\q1 Ngizohlwitha uvolo wami nefilakisi lami
\q2 obekufanele kumboze ubunqunu bakhe.לָכֵ֣ן אָשׁ֔וּב וְלָקַחְתִּ֤י דְגָנִי֙ בְּעִתּ֔וֹ וְתִירוֹשִׁ֖י בְּמֽוֹעֲד֑וֹ וְהִצַּלְתִּי֙ צַמְרִ֣י וּפִשְׁתִּ֔י לְכַסּ֖וֹת אֶת־עֶרְוָתָֽהּ׃Therefore I will take back My grain in its time and My new wine in its season; I will take away My wool and linen, which were given to cover her nakedness.12Manje ngizokwembula ihlazo lakhe phambi kwamehlo abathandi bakhe, futhi akekho umuntu oyomophula esandleni sami.וְעַתָּ֛ה אֲגַלֶּ֥ה אֶת־נַבְלֻתָ֖הּ לְעֵינֵ֣י מְאַהֲבֶ֑יהָ וְאִ֖ישׁ לֹֽא־יַצִּילֶ֥נָּה מִיָּדִֽי׃And then I will expose her lewdness in the sight of her lovers, and no one will deliver her out of My hands.13Ngizoqeda yonke intokozo yakhe, umkhosi wakhe, ukuthwasa kwenyanga kwakhe, usuku lwakhe lokuphumula nazo zonke izikhathi zakhe ezimisiwe.וְהִשְׁבַּתִּי֙ כָּל־מְשׂוֹשָׂ֔הּ חַגָּ֖הּ חָדְשָׁ֣הּ וְשַׁבַּתָּ֑הּ וְכֹ֖ל מוֹעֲדָֽהּ׃I will put an end to all her exultation: her feasts, New Moons, and Sabbaths— all her appointed feasts.14Ngizochitha umvini wakhe nomkhiwane wakhe, athi ngakho, “Lokhu kuyinkokhelo yami engayinikwa abathandi bami.” Ngizokwenza kube yihlathi, futhi izilwane zasendle zikudle.וַהֲשִׁמֹּתִ֗י גַּפְנָהּ֙ וּתְאֵ֣נָתָ֔הּ אֲשֶׁ֣ר אָמְרָ֗ה אֶתְנָ֥ה הֵ֨מָּה֙ לִ֔י אֲשֶׁ֥ר נָֽתְנוּ־לִ֖י מְאַֽהֲבָ֑י וְשַׂמְתִּ֣ים לְיַ֔עַר וַאֲכָלָ֖תַם חַיַּ֥ת הַשָּׂדֶֽה׃I will destroy her vines and fig trees, which she thinks are the wages paid by her lovers. So I will make them into a thicket, and the beasts of the field will devour them.15\q1 Ngizomjezisa ngezinsuku zoBali,
\q2 lapho ayebashisela khona impepho.
\q1 Wazihlobisa ngesongo sakhe nangemigexo yakhe,
\q2 walandela ababemthanda,
\q2 kodwa wangikhohlwa Mina,
\q2 isimemezelo se\nd iNKOSI\nd*.וּפָקַדְתִּ֣י עָלֶ֗יהָ אֶת־יְמֵ֤י הַבְּעָלִים֙ אֲשֶׁ֣ר תַּקְטִ֣יר לָהֶ֔ם וַתַּ֤עַד נִזְמָהּ֙ וְחֶלְיָתָ֔הּ וַתֵּ֖לֶךְ אַחֲרֵ֣י מְאַהֲבֶ֑יהָ וְאֹתִ֥י שָׁכְחָ֖ה נְאֻם־יְהוָֽה׃ פI will punish her for the days of the Baals when she burned incense to them, when she adorned herself with rings and jewelry, and went after her lovers. But Me she forgot,” declares the LORD.
16\q1 Ngakho bheka, Mina ngizomheha,
\q2 ngimholele ehlane,
\q2 ngikhulume ngendlela ethinta inhliziyo yakhe.aNgokwezwi nezwi: ngikhulume enhliziyweni yakhe.לָכֵ֗ן הִנֵּ֤ה אָֽנֹכִי֙ מְפַתֶּ֔יהָ וְהֹֽלַכְתִּ֖יהָ הַמִּדְבָּ֑ר וְדִבַּרְתִּ֖י עַל לִבָּֽהּ׃“Therefore, behold, I will allure her and lead her to the wilderness, and speak to her tenderly.17Ngizomnika izivini zakhe kusukela lapho, ngenze iSigodi sase-Akori sibe ngumnyango wethemba. Uyophendula lapho njengasezinsukwini zobusha bakhe nanjengasosukwini akhuphuka ngalo ezweni laseMisrayimi.aNoma: Uyohlabelela lapho.וְנָתַ֨תִּי לָ֤הּ אֶת־כְּרָמֶ֨יהָ֙ מִשָּׁ֔ם וְאֶת־עֵ֥מֶק עָכ֖וֹר לְפֶ֣תַח תִּקְוָ֑ה וְעָ֤נְתָה שָּׁ֨מָּה֙ כִּימֵ֣י נְעוּרֶ֔יהָ וִּכְי֖וֹם עֲלֹתָ֥הּ מֵאֶֽרֶץ־מִצְרָֽיִם׃ סThere I will give back her vineyards and make the Valley of Achor into a gateway of hope. There she will respond as she did in the days of her youth, as in the day she came up out of Egypt.
18\q1 “Ngalolo suku,” isimemezelo se\nd iNKOSI\nd*,
\q2 “uyongibiza ngokuthi, ‘Ndoda yami,’
\q2 ungasangibizi ngokuthi, ‘Mnikazi wami.’”aNgolimi lomthombo: Amagama athi ’ishi nelithi ba‘ali asekelwe emagameni esiHebheru endoda nomnikazi.וְהָיָ֤ה בַיּוֹם־הַהוּא֙ נְאֻם־יְהוָ֔ה תִּקְרְאִ֖י אִישִׁ֑י וְלֹֽא־תִקְרְאִי־לִ֥י ע֖וֹד בַּעְלִֽי׃In that day,” declares the LORD, “you will call Me ‘my Husband,’ and no longer call Me ‘my Master.’19Ngiyosusa amagama oBali emlonyeni wakhe, futhi ngeke besakhunjulwa ngamagama abo.וַהֲסִרֹתִ֛י אֶת־שְׁמ֥וֹת הַבְּעָלִ֖ים מִפִּ֑יהָ וְלֹֽא־יִזָּכְר֥וּ ע֖וֹד בִּשְׁמָֽם׃For I will remove from her lips the names of the Baals; no longer will their names be invoked.20Ngalolo suku ngiyobenzela isivumelwano nezilwane zasendle, nezinyoni zamazulu, nezilwanyana ezinwabuzelayo emhlabathini. Ngiyophula umnsalo, inkemba nempi, ngikususe ezweni, ngibalalise belondekile.וְכָרַתִּ֨י לָהֶ֤ם בְּרִית֙ בַּיּ֣וֹם הַה֔וּא עִם־חַיַּ֤ת הַשָּׂדֶה֙ וְעִם־ע֣וֹף הַשָּׁמַ֔יִם וְרֶ֖מֶשׂ הָֽאֲדָמָ֑ה וְקֶ֨שֶׁת וְחֶ֤רֶב וּמִלְחָמָה֙ אֶשְׁבּ֣וֹר מִן־הָאָ֔רֶץ וְהִשְׁכַּבְתִּ֖ים לָבֶֽטַח׃On that day I will make a covenant for them with the beasts of the field and the birds of the air and the creatures that crawl on the ground. And I will abolish bow and sword and battle in the land, and will make them lie down in safety.
21Ngizokuthembisa ukuthi uyoba ngowami emshadweni phakade. Ngizokuthembisa ukuthi uyoba ngowami ngokulunga, ngobulungisa, ngothando oluthembekile nangesihawu.וְאֵרַשְׂתִּ֥יךְ לִ֖י לְעוֹלָ֑ם וְאֵרַשְׂתִּ֥יךְ לִי֙ בְּצֶ֣דֶק וּבְמִשְׁפָּ֔ט וּבְחֶ֖סֶד וּֽבְרַחֲמִֽים׃So I will betroth you to Me forever; I will betroth you in righteousness and justice, in loving devotion and compassion.22Ngizokuthembisa ukuthi uyoba ngowami ngokwethembeka, futhi uyokwazi \nd iNKOSI\nd*.וְאֵרַשְׂתִּ֥יךְ לִ֖י בֶּאֱמוּנָ֑ה וְיָדַ֖עַתְּ אֶת־יְהוָֽה׃ סAnd I will betroth you in faithfulness, and you will know the LORD.”
23Ngalolo suku ngiyophendula—amazwi ashiwo \nd iNKOSI\nd*—ngiyophendula amazulu, wona aphendule umhlaba.וְהָיָ֣ה׀ בַּיּ֣וֹם הַה֗וּא אֶֽעֱנֶה֙ נְאֻם־יְהוָ֔ה אֶעֱנֶ֖ה אֶת־הַשָּׁמָ֑יִם וְהֵ֖ם יַעֲנ֥וּ אֶת־הָאָֽרֶץ׃“On that day I will respond—” declares the LORD— “I will respond to the heavens, and they will respond to the earth.24Umhlaba uyophendula okusanhlamvu, iwayini elisha namafutha, lezi zinto ziphendule uJizreyeli.וְהָאָ֣רֶץ תַּעֲנֶ֔ה אֶת־הַדָּגָ֖ן וְאֶת־הַתִּיר֣וֹשׁ וְאֶת־הַיִּצְהָ֑ר וְהֵ֖ם יַעֲנ֥וּ אֶֽת־יִזְרְעֶֽאל׃And the earth will respond to the grain, to the new wine and oil, and they will respond to Jezreel.25Ngiyomhlwanyela ezweni abe ngowami; ngiyomhawukela lowo owayengazange ahawukelwe. Kulowo owayethiwe, “Akusibo abantu bami,” ngiyothi, “Ningabantu bami,” yena athi, “Nkulunkulu wami.”וּזְרַעְתִּ֤יהָ לִּי֙ בָּאָ֔רֶץ וְרִֽחַמְתִּ֖י אֶת־לֹ֣א רֻחָ֑מָה וְאָמַרְתִּ֤י לְלֹֽא־עַמִּי֙ עַמִּי־אַ֔תָּה וְה֖וּא יֹאמַ֥ר אֱלֹהָֽי׃ פAnd I will sow her as My own in the land, and I will have compassion on ‘No Compassion.’ I will say to those called ‘Not My People,’ ‘You are My people,’ and they will say, ‘You are my God.’”