isiZuluIsiHebheru (WLC)IsiNgisi (Berean Standard Bible)
1Isho kanje iNkosi \nd uNKULUNKULU\nd*: “Isango legceke elingaphakathi elibheke empumalanga liyohlala livaliwe phakathi kwezinsuku eziyisithupha zomsebenzi, kodwa ngosuku lokuphumula liyovulwa, futhi ngosuku lwenyanga entsha liyovulwa.כֹּֽה־אָמַר֮ אֲדֹנָ֣י יְהוִה֒ שַׁ֜עַר הֶחָצֵ֤ר הַפְּנִימִית֙ הַפֹּנֶ֣ה קָדִ֔ים יִהְיֶ֣ה סָג֔וּר שֵׁ֖שֶׁת יְמֵ֣י הַֽמַּעֲשֶׂ֑ה וּבְי֤וֹם הַשַּׁבָּת֙ יִפָּתֵ֔חַ וּבְי֥וֹם הַחֹ֖דֶשׁ יִפָּתֵֽחַ׃“This is what the Lord GOD says: ‘The gate of the inner court that faces east must be kept shut during the six days of work, but on the Sabbath day and on the day of the New Moon it shall be opened.2Umholi wesizwe uyongena ngendlela yompheme wesango evela ngaphandle, ame ngensika eseceleni yesango. Abapristi bayokwenza umnikelo wakhe oshiswa wonke neminikelo yakhe yokuthula, yena akhothame embundwini wesango, bese ephuma. Kodwa isango aliyikuvalwa kuze kube kusihlwa.וּבָ֣א הַנָּשִׂ֡יא דֶּרֶךְ֩ אוּלָ֨ם הַשַּׁ֜עַר מִח֗וּץ וְעָמַד֙ עַל־מְזוּזַ֣ת הַשַּׁ֔עַר וְעָשׂ֣וּ הַכֹּהֲנִ֗ים אֶת־עֽוֹלָתוֹ֙ וְאֶת־שְׁלָמָ֔יו וְהִֽשְׁתַּחֲוָ֛ה עַל־מִפְתַּ֥ן הַשַּׁ֖עַר וְיָצָ֑א וְהַשַּׁ֥עַר לֹֽא־יִסָּגֵ֖ר עַד־הָעָֽרֶב׃The prince is to enter from the outside through the portico of the gateway and stand by the gatepost, while the priests sacrifice his burnt offerings and peace offerings. He is to bow in worship at the threshold of the gate and then depart, but the gate must not be shut until evening.3Abantu bezwe bayakukhothama emnyango walelo sango ngezinsuku zokuphumula nangezinsuku zezinyanga ezintsha phambi kwe\nd NKOSI\nd*.וְהִשְׁתַּחֲו֣וּ עַם־הָאָ֗רֶץ פֶּ֚תַח הַשַּׁ֣עַר הַה֔וּא בַּשַּׁבָּת֖וֹת וּבֶחֳדָשִׁ֑ים לִפְנֵ֖י יְהוָֽה׃On the Sabbaths and New Moons the people of the land are also to bow in worship before the LORD at the entrance to that gateway.4Umnikelo oshiswa wonke umholi wesizwe ayowusondeza e\nd NKOSINI\nd* ngosuku lokuphumula uyoba ngamawundlu ayisithupha angenasici nenqama engenasici.וְהָ֣עֹלָ֔ה אֲשֶׁר־יַקְרִ֥ב הַנָּשִׂ֖יא לַֽיהוָ֑ה בְּי֣וֹם הַשַּׁבָּ֗ת שִׁשָּׁ֧ה כְבָשִׂ֛ים תְּמִימִ֖ם וְאַ֥יִל תָּמִֽים׃The burnt offering that the prince presents to the LORD on the Sabbath day shall be six unblemished male lambs and an unblemished ram.5Umnikelo wokusanhlamvu uyoba yi-efa ngenqama, kanti ngamawundlu uyoba ngokwamandla akhe; amafutha ayoba yihini nge-efa ngalinye.aNgokwezwi nezwi: ngamawundlu umnikelo wokusanhlamvu uyisipho sesandla sakhe.וּמִנְחָה֙ אֵיפָ֣ה לָאַ֔יִל וְלַכְּבָשִׂ֥ים מִנְחָ֖ה מַתַּ֣ת יָד֑וֹ וְשֶׁ֖מֶן הִ֥ין לָאֵיפָֽה׃The grain offering with the ram shall be one ephah, and the grain offering with the lambs shall be as much as he is able, along with a hin of oil per ephah.6Ngosuku lwenyanga entsha kuyakuba khona inkunzi encane yenkomo engenasici, amawundlu ayisithupha nenqama; kuyakuba okungenasici.וּבְי֣וֹם הַחֹ֔דֶשׁ פַּ֥ר בֶּן־בָּקָ֖ר תְּמִימִ֑ם וְשֵׁ֧שֶׁת כְּבָשִׂ֛ם וָאַ֖יִל תְּמִימִ֥ם יִהְיֽוּ׃On the day of the New Moon he shall offer a young, unblemished bull, six lambs, and a ram without blemish.7Uyokwenza umnikelo wokusanhlamvu we-efa ngenkunzi, ne-efa ngenqama, kanti ngamawundlu uyokwenza ngokwamandla akhe; namafutha ayoba yihini nge-efa ngalinye.aNgokwezwi nezwi: ngamawundlu uyokwenza njengalokho isandla sakhe esingakufinyelela.וְאֵיפָ֨ה לַפָּ֜ר וְאֵיפָ֤ה לָאַ֨יִל֙ יַעֲשֶׂ֣ה מִנְחָ֔ה וְלַ֨כְּבָשִׂ֔ים כַּאֲשֶׁ֥ר תַּשִּׂ֖יג יָד֑וֹ וְשֶׁ֖מֶן הִ֥ין לָאֵיפָֽה׃He is to provide a grain offering of an ephah with the bull, an ephah with the ram, and as much as he is able with the lambs, along with a hin of oil per ephah.8Lapho umholi wesizwe engena, uyakungena ngendlela yompheme wesango, aphume ngendlela efanayo.וּבְב֖וֹא הַנָּשִׂ֑יא דֶּ֣רֶךְ אוּלָ֤ם הַשַּׁ֨עַר֙ יָב֔וֹא וּבְדַרְכּ֖וֹ יֵצֵֽא׃When the prince enters, he shall go in through the portico of the gateway, and he shall go out the same way.9Lapho abantu bezwe beza phambi kwe\nd NKOSI\nd* ngezikhathi ezimisiwe, lowo ongena ngendlela yesango lasenyakatho ukuze akhothame uyakuphuma ngendlela yesango laseningizimu, nalowo ongena ngendlela yesango laseningizimu uyakuphuma ngendlela yesango lasenyakatho. Akayikubuyela ngendlela yesango angene ngalo, kodwa uyakuphuma aqonde phambili.וּבְב֨וֹא עַם־הָאָ֜רֶץ לִפְנֵ֣י יְהוָה֮ בַּמּֽוֹעֲדִים֒ הַבָּ֡א דֶּרֶךְ־שַׁ֨עַר צָפ֜וֹן לְהִֽשְׁתַּחֲוֺ֗ת יֵצֵא֙ דֶּרֶךְ־שַׁ֣עַר נֶ֔גֶב וְהַבָּא֙ דֶּרֶךְ־שַׁ֣עַר נֶ֔גֶב יֵצֵ֖א דֶּרֶךְ־שַׁ֣עַר צָפ֑וֹנָה לֹ֣א יָשׁ֗וּב דֶּ֤רֶךְ הַשַּׁ֨עַר֙ אֲשֶׁר־בָּ֣א ב֔וֹ כִּ֥י נִכְח֖וֹ׃When the people of the land come before the LORD at the appointed feasts, whoever enters by the north gate to worship must go out by the south gate, and whoever enters by the south gate must go out by the north gate. No one is to return through the gate by which he entered, but each must go out by the opposite gate.10Umholi wesizwe uyoba phakathi kwabo; lapho bengena, naye uyongena, nalapho bephuma, bayophuma kanye naye.וְֽהַנָּשִׂ֑יא בְּתוֹכָ֤ם בְּבוֹאָם֙ יָב֔וֹא וּבְצֵאתָ֖ם יֵצֵֽאוּ׃When the people enter, the prince shall go in with them, and when they leave, he shall leave.11Emikhosini nasezikhathini ezimisiwe, umnikelo wokusanhlamvu uyoba yi-efa ngenkunzi, ne-efa ngenqama, kanti ngamawundlu uyoba ngokwamandla akhe; namafutha ayoba yihini nge-efa ngalinye.aNgokwezwi nezwi: ngamawundlu uyoba yisipho sesandla sakhe.וּבַחַגִּ֣ים וּבַמּוֹעֲדִ֗ים תִּהְיֶ֤ה הַמִּנְחָה֙ אֵיפָ֤ה לַפָּר֙ וְאֵיפָ֣ה לָאַ֔יִל וְלַכְּבָשִׂ֖ים מַתַּ֣ת יָד֑וֹ וְשֶׁ֖מֶן הִ֥ין לָאֵיפָֽה׃ סAt the festivals and appointed feasts, the grain offering shall be an ephah with a bull, an ephah with a ram, and as much as one is able to give with the lambs, along with a hin of oil per ephah.
12Uma umholi wesizwe enza ngokuzithandela umnikelo oshiswa wonke noma iminikelo yokuthula, umnikelo wokuzithandela e\nd NKOSINI\nd*, uyovulelwa isango elibheke empumalanga. Uyokwenza umnikelo wakhe oshiswa wonke neminikelo yakhe yokuthula njengoba enza ngosuku lokuphumula. Ngemva kokuphuma kwakhe, isango liyovalwa.וְכִֽי־יַעֲשֶׂה֩ הַנָּשִׂ֨יא נְדָבָ֜ה עוֹלָ֣ה אֽוֹ־שְׁלָמִים֮ נְדָבָ֣ה לַֽיהוָה֒ וּפָ֣תַֽח ל֗וֹ אֶת הַשַּׁ֨עַר֙ הַפֹּנֶ֣ה קָדִ֔ים וְעָשָׂ֤ה אֶת־עֹֽלָתוֹ֙ וְאֶת־שְׁלָמָ֔יו כַּאֲשֶׁ֥ר יַעֲשֶׂ֖ה בְּי֣וֹם הַשַּׁבָּ֑ת וְיָצָ֛א וְסָגַ֥ר אֶת־הַשַּׁ֖עַר אַחֲרֵ֥י צֵאתֽוֹ׃When the prince makes a freewill offering to the LORD, whether a burnt offering or a peace offering, the gate facing east must be opened for him. He is to offer his burnt offering or peace offering just as he does on the Sabbath day. Then he shall go out, and the gate must be closed after he goes out.13Uyokwenza iwundlu elinonyaka owodwa elingenasici libe ngumnikelo oshiswa wonke wansuku zonke e\nd NKOSINI\nd*; uyokwenza lokhu njalo ekuseni.וְכֶ֨בֶשׂ בֶּן־שְׁנָת֜וֹ תָּמִ֗ים תַּעֲשֶׂ֥ה עוֹלָ֛ה לַיּ֖וֹם לַֽיהֹוָ֑ה בַּבֹּ֥קֶר בַּבֹּ֖קֶר תַּעֲשֶׂ֥ה אֹתֽוֹ׃And you shall provide an unblemished year-old lamb as a daily burnt offering to the LORD; you are to offer it every morning.14Njalo ekuseni uyokwenza kanye nalo umnikelo wokusanhlamvu oyingxenye yesithupha ye-efa, namafutha ayingxenye yesithathu yehini okuthambisa ngawo ufulawa ocolekile. Kungumnikelo wokusanhlamvu we\nd NKOSI\nd*, ngokwezimiso ezibekwe phakade njalo.וּמִנְחָה֩ תַעֲשֶׂ֨ה עָלָ֜יו בַּבֹּ֤קֶר בַּבֹּ֨קֶר֙ שִׁשִּׁ֣ית הָֽאֵיפָ֔ה וְשֶׁ֛מֶן שְׁלִישִׁ֥ית הַהִ֖ין לָרֹ֣ס אֶת־הַסֹּ֑לֶת מִנְחָה֙ לַֽיהוָ֔ה חֻקּ֥וֹת עוֹלָ֖ם תָּמִֽיד׃You are also to provide with it every morning a grain offering of a sixth of an ephah with a third of a hin of oil to moisten the fine flour—a grain offering to the LORD. This is a permanent statute.15Iwundlu, umnikelo wokusanhlamvu namafutha kuyakulungiswa njalo ekuseni njengomnikelo oshiswa wonke oqhubekayo.אֶת־הַכֶּ֧בֶשׂ וְאֶת־הַמִּנְחָ֛ה וְאֶת־הַשֶּׁ֖מֶן בַּבֹּ֣קֶר בַּבֹּ֑קֶר עוֹלַ֖ת תָּמִֽיד׃ פThus they shall provide the lamb, the grain offering, and the oil every morning as a regular burnt offering.’
16Isho kanje iNkosi \nd uNKULUNKULU\nd*: “Uma umholi wesizwe enika enye yamadodana akhe isipho esivela efeni lakhe, siyoba ngesamadodana akhe; siyoba yindawo yawo njengefa.כֹּה־אָמַ֞ר אֲדֹנָ֣י יְהֹוִ֗ה כִּֽי־יִתֵּ֨ן הַנָּשִׂ֤יא מַתָּנָה֙ לְאִ֣ישׁ מִבָּנָ֔יו נַחֲלָת֥וֹ הִ֖יא לְבָנָ֣יו תִּֽהְיֶ֑ה אֲחֻזָּתָ֥ם הִ֖יא בְּנַחֲלָֽה׃This is what the Lord GOD says: ‘If the prince gives a gift to any of his sons as an inheritance, it will belong to his descendants. It will become their property by inheritance.17Kodwa uma enika enye yezinceku zakhe isipho esivela efeni lakhe, siyakuba ngesayo kuze kube unyaka wenkululeko, bese sibuyela kumholi wesizwe. Kepha ifa lakhe liyakuba ngelamadodana akhe.וְכִֽי־יִתֵּ֨ן מַתָּנָ֜ה מִנַּחֲלָת֗וֹ לְאַחַד֙ מֵֽעֲבָדָ֔יו וְהָ֤יְתָה לּוֹ֙ עַד־שְׁנַ֣ת הַדְּר֔וֹר וְשָׁבַ֖ת לַנָּשִׂ֑יא אַ֚ךְ נַחֲלָת֔וֹ בָּנָ֖יו לָהֶ֥ם תִּהְיֶֽה׃But if he gives a gift from his inheritance to one of his servants, it will belong to that servant until the year of freedom; then it will revert to the prince. His inheritance belongs only to his sons; it shall be theirs.18Umholi wesizwe akayikuthatha lutho efeni labantu ngokubacindezela abaphuce indawo yabo. Uyakunika amadodana akhe ifa elivela endaweni yakhe, ukuze abantu bami bangahlakazeki, yilowo nalowo asuke endaweni yakhe.וְלֹא־יִקַּ֨ח הַנָּשִׂ֜יא מִנַּחֲלַ֣ת הָעָ֗ם לְהֽוֹנֹתָם֙ מֵאֲחֻזָּתָ֔ם מֵאֲחֻזָּת֖וֹ יַנְחִ֣ל אֶת־בָּנָ֑יו לְמַ֨עַן֙ אֲשֶׁ֣ר לֹֽא־יָפֻ֣צוּ עַמִּ֔י אִ֖ישׁ מֵאֲחֻזָּתֽוֹ׃The prince must not take any of the inheritance of the people by evicting them from their property. He is to provide an inheritance for his sons from his own property, so that none of My people will be displaced from his property.’”19Wangingenisa ngendlela yokungena eyayiseceleni kwesango, wangiyisa emakamelweni angcwele abapristi ayebheke enyakatho. Bheka, kwakukhona indawo lapho ngasentshonalanga.וַיְבִיאֵ֣נִי בַמָּבוֹא֮ אֲשֶׁ֣ר עַל־כֶּ֣תֶף הַשַּׁעַר֒ אֶל־הַלִּשְׁכ֤וֹת הַקֹּ֨דֶשׁ֙ אֶל־הַכֹּ֣הֲנִ֔ים הַפֹּנ֖וֹת צָפ֑וֹנָה וְהִנֵּה־שָׁ֣ם מָק֔וֹם יָֽמָּה׃ סThen the man brought me through the entrance at the side of the gate into the holy chambers facing north, which belonged to the priests, and he showed me a place there at the far western end
20Wathi kimi, “Lena yindawo lapho abapristi beyopheka khona umnikelo wokubuyisela nomnikelo wokuhlanza, nalapho beyobhaka khona umnikelo wokusanhlamvu, ukuze bangakukhipheli egcekeni elingaphandle, kanjalo bangcwelise abantu.”וַיֹּ֣אמֶר אֵלַ֔י זֶ֣ה הַמָּק֗וֹם אֲשֶׁ֤ר יְבַשְּׁלוּ־שָׁם֙ הַכֹּ֣הֲנִ֔ים אֶת־הָאָשָׁ֖ם וְאֶת־הַחַטָּ֑את אֲשֶׁ֤ר יֹאפוּ֙ אֶת־הַמִּנְחָ֔ה לְבִלְתִּ֥י הוֹצִ֛יא אֶל־הֶחָצֵ֥ר הַחִֽיצוֹנָ֖ה לְקַדֵּ֥שׁ אֶת־הָעָֽם׃and said to me, “This is the place where the priests shall boil the guilt offering and the sin offering, and where they shall bake the grain offering, so that they do not bring them into the outer court and transmit holiness to the people.”21Wangikhiphela egcekeni elingaphandle, wangidlulisa emakhoneni amane egceke. Bheka, kwakukhona igceke kwelinye ikhona legceke, negceke kwelinye ikhona legceke.וַיּוֹצִיאֵ֗נִי אֶל־הֶֽחָצֵר֙ הַחִ֣יצֹנָ֔ה וַיַּ֣עֲבִירֵ֔נִי אֶל־אַרְבַּ֖עַת מִקְצוֹעֵ֣י הֶחָצֵ֑ר וְהִנֵּ֤ה חָצֵר֙ בְּמִקְצֹ֣עַ הֶחָצֵ֔ר חָצֵ֖ר בְּמִקְצֹ֥עַ הֶחָצֵֽר׃Then he brought me into the outer court and led me around to its four corners, and I saw a separate court in each of its corners.22Emagumbini amane egceke kwakukhona amagceke amane avaliwe, ubude bawo bungu-40 nobubanzi bawo bungu-30. Womane ayenesilinganiso esisodwa futhi esemakhoneni.aIsiHebheru asicacile.בְּאַרְבַּ֜עַת מִקְצֹע֤וֹת הֶֽחָצֵר֙ חֲצֵר֣וֹת קְטֻר֔וֹת אַרְבָּעִ֣ים אֹ֔רֶךְ וּשְׁלֹשִׁ֖ים רֹ֑חַב מִדָּ֣ה אַחַ֔ת לְאַרְבַּעְתָּ֖ם מְׄהֻׄקְׄצָׄעֽׄוֹׄתׄ׃In the four corners of the outer court there were enclosed courts, each forty cubits long and thirty cubits wide. Each of the four corner areas had the same dimensions.23Kwakukhona uhlu oluwazungezile ngaphakathi, luzungeza womane, futhi izindawo zokupheka zazakhiwe ngaphansi kwemigqa nxazonke.וְט֨וּר סָבִ֥יב בָּהֶ֛ם סָבִ֖יב לְאַרְבַּעְתָּ֑ם וּמְבַשְּׁל֣וֹת עָשׂ֔וּי מִתַּ֥חַת הַטִּיר֖וֹת סָבִֽיב׃Around the inside of each of the four courts was a row of masonry with ovens built at the base of the walls on all sides.24Wathi kimi, “Lezi yizindlu zokupheka, lapho izikhonzi zendlu ziyopheka khona umhlatshelo wabantu.”וַיֹּ֖אמֶר אֵלָ֑י אֵ֚לֶּה בֵּ֣ית הַֽמְבַשְּׁלִ֔ים אֲשֶׁ֧ר יְבַשְּׁלוּ־שָׁ֛ם מְשָׁרְתֵ֥י הַבַּ֖יִת אֶת־זֶ֥בַח הָעָֽם׃And he said to me, “These are the kitchens where those who minister at the temple will cook the sacrifices offered by the people.”