isiZuluIsiHebheru (WLC)IsiNgisi (Berean Standard Bible)
1nd iNKOSInd* yakhuluma noMose, yathi:וַיְדַבֵּ֥ר יְהוָ֖ה אֶל־מֹשֶׁ֥ה לֵּאמֹֽר׃Then the LORD said to Moses,2“Khuluma nenzalo ka-Israyeli, uthi kuyo: ‘Ngingund iNKOSInd*, uNkulunkulu wenu.דַּבֵּר֙ אֶל־בְּנֵ֣י יִשְׂרָאֵ֔ל וְאָמַרְתָּ֖ אֲלֵהֶ֑ם אֲנִ֖י יְהוָ֥ה אֱלֹהֵיכֶֽם׃“Speak to the Israelites and tell them: I am the LORD your God.3Ningakwenzi okwenziwa ezweni laseGibhithe, lapho nanihlala khona; ningakwenzi nokwenziwa ezweni laseKhanani, enginiyisa kulo; futhi ningahambi ngezimiso zabo ezibekiwe.כְּמַעֲשֵׂ֧ה אֶֽרֶץ־מִצְרַ֛יִם אֲשֶׁ֥ר יְשַׁבְתֶּם־בָּ֖הּ לֹ֣א תַעֲשׂ֑וּ וּכְמַעֲשֵׂ֣ה אֶֽרֶץ־כְּנַ֡עַן אֲשֶׁ֣ר אֲנִי֩ מֵבִ֨יא אֶתְכֶ֥ם שָׁ֨מָּה֙ לֹ֣א תַעֲשׂ֔וּ וּבְחֻקֹּתֵיהֶ֖ם לֹ֥א תֵלֵֽכוּ׃You must not follow the practices of the land of Egypt, where you used to live, and you must not follow the practices of the land of Canaan, into which I am bringing you. You must not walk in their customs.4Niyokwenza izahlulelo zami, nigcine nezimiso zami ezibekiwe, nihambe ngazo. Ngingund iNKOSInd*, uNkulunkulu wenu.אֶת־מִשְׁפָּטַ֧י תַּעֲשׂ֛וּ וְאֶת־חֻקֹּתַ֥י תִּשְׁמְר֖וּ לָלֶ֣כֶת בָּהֶ֑ם אֲנִ֖י יְהוָ֥ה אֱלֹהֵיכֶֽם׃You are to practice My judgments and keep My statutes by walking in them. I am the LORD your God.5Ngakho niyogcina izimiso zami ezibekiwe nezahlulelo zami; umuntu ozenzayo uyophila ngazo. Ngingund iNKOSInd*.וּשְׁמַרְתֶּ֤ם אֶת־חֻקֹּתַי֙ וְאֶת־מִשְׁפָּטַ֔י אֲשֶׁ֨ר יַעֲשֶׂ֥ה אֹתָ֛ם הָאָדָ֖ם וָחַ֣י בָּהֶ֑ם אֲנִ֖י יְהוָֽה׃ סKeep My statutes and My judgments, for the man who does these things will live by them. I am the LORD.
6Noma yimuphi umuntu kini makangasondeli kunoma yisiphi isihlobo sakhe segazi ukuze embule ubunqunu baso. Ngingund iNKOSInd*.aNgokwezwi nezwi: Isihlobo senyama yakhe.אִ֥ישׁ אִישׁ֙ אֶל־כָּל־שְׁאֵ֣ר בְּשָׂר֔וֹ לֹ֥א תִקְרְב֖וּ לְגַלּ֣וֹת עֶרְוָ֑ה אֲנִ֖י יְהוָֽה׃ סNone of you are to approach any close relative to have sexual relations. I am the LORD.7Ungabembuli ubunqunu bukayihlo nobunqunu bukanyoko. Ungunyoko; ungabembuli ubunqunu bakhe.עֶרְוַ֥ת אָבִ֛יךָ וְעֶרְוַ֥ת אִמְּךָ֖ לֹ֣א תְגַלֵּ֑ה אִמְּךָ֣ הִ֔וא לֹ֥א תְגַלֶּ֖ה עֶרְוָתָֽהּ׃ סYou must not expose the nakedness of your father by having sexual relations with your mother. She is your mother; you must not have sexual relations with her.8Ungabembuli ubunqunu benkosikazi kayihlo; bungubunqunu bukayihlo.עֶרְוַ֥ת אֵֽשֶׁת־אָבִ֖יךָ לֹ֣א תְגַלֵּ֑ה עֶרְוַ֥ת אָבִ֖יךָ הִֽוא׃ סYou must not have sexual relations with your father’s wife; it would dishonor your father.9Ungembuli ubunqunu bukadadewenu, indodakazi kababa wakho noma indodakazi kamama wakho, kungakhathaliseki ukuthi izalelwe endlini noma izalelwe ngaphandle.עֶרְוַ֨ת אֲחֽוֹתְךָ֤ בַת־אָבִ֨יךָ֙ א֣וֹ בַת־אִמֶּ֔ךָ מוֹלֶ֣דֶת בַּ֔יִת א֖וֹ מוֹלֶ֣דֶת ח֑וּץ לֹ֥א תְגַלֶּ֖ה עֶרְוָתָֽן׃ סYou must not have sexual relations with your sister, either your father’s daughter or your mother’s daughter, whether she was born in the same home or elsewhere.10Ungabembuli ubunqunu bendodakazi yendodana yakho noma bendodakazi yendodakazi yakho, ngoba ubunqunu babo bungobakho.עֶרְוַ֤ת בַּת־בִּנְךָ֙ א֣וֹ בַֽת־בִּתְּךָ֔ לֹ֥א תְגַלֶּ֖ה עֶרְוָתָ֑ן כִּ֥י עֶרְוָתְךָ֖ הֵֽנָּה׃ סYou must not have sexual relations with your son’s daughter or your daughter’s daughter, for that would shame your family.11Ungabembuli ubunqunu bendodakazi yenkosikazi kayihlo, ezelwe nguyihlo; ingudadewenu.עֶרְוַ֨ת בַּת־אֵ֤שֶׁת אָבִ֨יךָ֙ מוֹלֶ֣דֶת אָבִ֔יךָ אֲחוֹתְךָ֖ הִ֑וא לֹ֥א תְגַלֶּ֖ה עֶרְוָתָֽהּ׃ סYou must not have sexual relations with the daughter of your father’s wife, born to your father; she is your sister.12Ungembuli ubunqunu bukadadewabo kababa wakho; uyisihlobo segazi sikababa wakho.aNgokwezwi nezwi: Uyinyama kababa wakho.עֶרְוַ֥ת אֲחוֹת־אָבִ֖יךָ לֹ֣א תְגַלֵּ֑ה שְׁאֵ֥ר אָבִ֖יךָ הִֽוא׃ סYou must not have sexual relations with your father’s sister; she is your father’s close relative.13Ungembuli ubunqunu bukadadewabo kamama wakho, ngoba uyisihlobo segazi sikamama wakho.aNgokwezwi nezwi: Uyinyama kamama wakho.עֶרְוַ֥ת אֲחֽוֹת־אִמְּךָ֖ לֹ֣א תְגַלֵּ֑ה כִּֽי־שְׁאֵ֥ר אִמְּךָ֖ הִֽוא׃ סYou must not have sexual relations with your mother’s sister, for she is your mother’s close relative.14Ungembuli ubunqunu bomfowabo kababa wakho; ungasondeli enkosikazini yakhe. Ungumamncane wakho.עֶרְוַ֥ת אֲחִֽי־אָבִ֖יךָ לֹ֣א תְגַלֵּ֑ה אֶל־אִשְׁתּוֹ֙ לֹ֣א תִקְרָ֔ב דֹּדָֽתְךָ֖ הִֽוא׃ סYou must not dishonor your father’s brother by approaching his wife to have sexual relations with her; she is your aunt.15Ungabembuli ubunqunu bukamalokazana wakho. Uyinkosikazi yendodana yakho; ungabembuli ubunqunu bakhe.עֶרְוַ֥ת כַּלָּֽתְךָ֖ לֹ֣א תְגַלֵּ֑ה אֵ֤שֶׁת בִּנְךָ֙ הִ֔וא לֹ֥א תְגַלֶּ֖ה עֶרְוָתָֽהּ׃ סYou must not have sexual relations with your daughter-in-law. She is your son’s wife; you are not to have sexual relations with her.16Ungabembuli ubunqunu benkosikazi yomfowenu; bungubunqunu bomfowenu.עֶרְוַ֥ת אֵֽשֶׁת־אָחִ֖יךָ לֹ֣א תְגַלֵּ֑ה עֶרְוַ֥ת אָחִ֖יךָ הִֽוא׃ סYou must not have sexual relations with your brother’s wife; that would shame your brother.17Ungabembuli ubunqunu bowesifazane nobendodakazi yakhe. Ungathathi indodakazi yendodana yakhe noma indodakazi yendodakazi yakhe ukuze wembule ubunqunu bayo. Bayizihlobo zegazi; kungamanyala.עֶרְוַ֥ת אִשָּׁ֛ה וּבִתָּ֖הּ לֹ֣א תְגַלֵּ֑ה אֶֽת־בַּת־בְּנָ֞הּ וְאֶת־בַּת־בִּתָּ֗הּ לֹ֤א תִקַּח֙ לְגַלּ֣וֹת עֶרְוָתָ֔הּ שַׁאֲרָ֥ה הֵ֖נָּה זִמָּ֥ה הִֽואYou must not have sexual relations with both a woman and her daughter. You are not to marry her son’s daughter or her daughter’s daughter and have sexual relations with her. They are close relatives; it is depraved.18Ungathathi owesifazane kanye nodadewabo ukuba abe yimbangi yakhe, wembule ubunqunu bukadadewabo phezu kobakhe, esaphila.וְאִשָּׁ֥ה אֶל־אֲחֹתָ֖הּ לֹ֣א תִקָּ֑ח לִצְרֹ֗ר לְגַלּ֧וֹת עֶרְוָתָ֛הּ עָלֶ֖יהָ בְּחַיֶּֽיהָ׃You must not take your wife’s sister as a rival wife and have sexual relations with her while your wife is still alive.19Ungasondeli kowesifazane ngesikhathi sokuhlukaniswa kwakhe ngenxa yokungcola kwakhe, ukuze wembule ubunqunu bakhe.וְאֶל־אִשָּׁ֖ה בְּנִדַּ֣ת טֻמְאָתָ֑הּ לֹ֣א תִקְרַ֔ב לְגַלּ֖וֹת עֶרְוָתָֽהּ׃You must not approach a woman to have sexual relations with her during her menstrual period.20Ungalali nenkosikazi yomuntu wakini ngokuyinika imbewu yakho, uzingcolise ngayo.aNgokwezwi nezwi: Unganikeli ukulala kwakho kube yimbewu.וְאֶל־אֵ֨שֶׁת֙ עֲמִֽיתְךָ֔ לֹא־תִתֵּ֥ן שְׁכָבְתְּךָ֖ לְזָ֑רַע לְטָמְאָה־בָֽהּ׃You must not lie carnally with your neighbor’s wife and thus defile yourself with her.21Unganikeli muntu wenzalo yakho ukuba adluliselwe kuMoleki, futhi ungangcolisi igama likaNkulunkulu wakho. Ngingund iNKOSInd*.וּמִֽזַּרְעֲךָ֥ לֹא־תִתֵּ֖ן לְהַעֲבִ֣יר לַמֹּ֑לֶךְ וְלֹ֧א תְחַלֵּ֛ל אֶת־שֵׁ֥ם אֱלֹהֶ֖יךָ אֲנִ֥י יְהוָֽה׃You must not give any of your children to be sacrificed to Molech, for you must not profane the name of your God. I am the LORD.22Ungalali nowesilisa njengokulala nowesifazane; kuyisinengiso.aNgokwezwi nezwi: Ungalali nowesilisa ukulala kowesifazane.וְאֶ֨ת־זָכָ֔ר לֹ֥א תִשְׁכַּ֖ב מִשְׁכְּבֵ֣י אִשָּׁ֑ה תּוֹעֵבָ֖ה הִֽוא׃You must not lie with a man as with a woman; that is an abomination.23Ungalali nanoma yisiphi isilwane ukuze uzingcolise ngaso. Owesifazane makangemi phambi kwesilwane ukuze sihlangane naye; lokho kuwukuhlanekezela.וּבְכָל־בְּהֵמָ֛ה לֹא־תִתֵּ֥ן שְׁכָבְתְּךָ֖ לְטָמְאָה־בָ֑הּ וְאִשָּׁ֗ה לֹֽא־תַעֲמֹ֞ד לִפְנֵ֧י בְהֵמָ֛ה לְרִבְעָ֖הּ תֶּ֥בֶל הֽוּא׃You must not lie carnally with any animal, thus defiling yourself with it; a woman must not stand before an animal to mate with it; that is a perversion.
24Ningazingcolisi nganoma iyiphi yalezi zinto, ngoba izizwe engizixosha phambi kwenu zazingcolisa ngazo zonke lezi zinto.אַל־תִּֽטַּמְּא֖וּ בְּכָל־אֵ֑לֶּה כִּ֤י בְכָל־אֵ֨לֶּה֙ נִטְמְא֣וּ הַגּוֹיִ֔ם אֲשֶׁר־אֲנִ֥י מְשַׁלֵּ֖חַ מִפְּנֵיכֶֽם׃Do not defile yourselves by any of these practices, for by all these things the nations I am driving out before you have defiled themselves.25Izwe langcola; ngaliphendulisa ngecala lalo, izwe lagabha abahlali balo.וַתִּטְמָ֣א הָאָ֔רֶץ וָאֶפְקֹ֥ד עֲוֺנָ֖הּ עָלֶ֑יהָ וַתָּקִ֥א הָאָ֖רֶץ אֶת־יֹשְׁבֶֽיהָ׃Even the land has become defiled, so I am punishing it for its sin, and the land will vomit out its inhabitants.26Kodwa nina niyogcina izimiso zami ezibekiwe nezahlulelo zami, futhi ningenzi nesisodwa sazo zonke lezi zinengiso, kungaba ngowokuzalwa ezweni noma isihambi esihlala phakathi kwenu.וּשְׁמַרְתֶּ֣ם אַתֶּ֗ם אֶת־חֻקֹּתַי֙ וְאֶת־מִשְׁפָּטַ֔י וְלֹ֣א תַעֲשׂ֔וּ מִכֹּ֥ל הַתּוֹעֵבֹ֖ת הָאֵ֑לֶּה הָֽאֶזְרָ֔ח וְהַגֵּ֖ר הַגָּ֥ר בְּתוֹכְכֶֽם׃But you are to keep My statutes and ordinances, and you must not commit any of these abominations—neither your native-born nor the foreigner who lives among you.27Ngoba zonke lezi zinengiso zenziwa ngabantu bezwe ababephambi kwenu, izwe langcola.כִּ֚י אֶת־כָּל־הַתּוֹעֵבֹ֣ת הָאֵ֔ל עָשׂ֥וּ אַנְשֵֽׁי־הָאָ֖רֶץ אֲשֶׁ֣ר לִפְנֵיכֶ֑ם וַתִּטְמָ֖א הָאָֽרֶץ׃For the men who were in the land before you committed all these abominations, and the land has become defiled.28Khona izwe linganigabhi lapho nilingcolisa, njengoba lagabha isizwe esasiphambi kwenu.וְלֹֽא־תָקִ֤יא הָאָ֨רֶץ֙ אֶתְכֶ֔ם בְּטַֽמַּאֲכֶ֖ם אֹתָ֑הּ כַּאֲשֶׁ֥ר קָאָ֛ה אֶת־הַגּ֖וֹי אֲשֶׁ֥ר לִפְנֵיכֶֽם׃So if you defile the land, it will vomit you out as it spewed out the nations before you.29Ngoba noma ngubani owenza noma yisiphi salezi zinengiso, abantu abazenzayo bayonqunywa basuswe phakathi kwabantu bakubo.כִּ֚י כָּל־אֲשֶׁ֣ר יַעֲשֶׂ֔ה מִכֹּ֥ל הַתּוֹעֵב֖וֹת הָאֵ֑לֶּה וְנִכְרְת֛וּ הַנְּפָשׁ֥וֹת הָעֹשֹׂ֖ת מִקֶּ֥רֶב עַמָּֽם׃Therefore anyone who commits any of these abominations must be cut off from among his people.30Ngakho niyogcina isibopho sami, ukuze ningenzi neyodwa yezimiso ezibekiwe eziyizinengiso ezazenziwa ngaphambi kwenu, futhi ningazingcolisi ngazo. Ngingund iNKOSInd*, uNkulunkulu wenu.’”וּשְׁמַרְתֶּ֣ם אֶת־מִשְׁמַרְתִּ֗י לְבִלְתִּ֨י עֲשׂ֜וֹת מֵחֻקּ֤וֹת הַתּֽוֹעֵבֹת֙ אֲשֶׁ֣ר נַעֲשׂ֣וּ לִפְנֵיכֶ֔ם וְלֹ֥א תִֽטַּמְּא֖וּ בָּהֶ֑ם אֲנִ֖י יְהוָ֥ה אֱלֹהֵיכֶֽם׃ פYou must keep My charge not to practice any of the abominable customs that were practiced before you, so that you do not defile yourselves by them. I am the LORD your God.”