isiZuluIsiHebheru (WLC)IsiNgisi (Berean Standard Bible)
1\nd iNKOSI\nd* yakhuluma kuMose, yathi:וַיְדַבֵּ֥ר יְהוָ֖ה אֶל־מֹשֶׁ֥ה לֵּאמֹֽר׃Then the LORD said to Moses,2“Yala abantu bakwa-Israyeli ukuba bakulethele amafutha omnqumo acwebile, akhandiwe, okukhanyisa, ukuze isibani sihlale sivutha njalo.צַ֞ו אֶת־בְּנֵ֣י יִשְׂרָאֵ֗ל וְיִקְח֨וּ אֵלֶ֜יךָ שֶׁ֣מֶן זַ֥יִת זָ֛ךְ כָּתִ֖ית לַמָּא֑וֹר לְהַעֲלֹ֥ת נֵ֖ר תָּמִֽיד׃“Command the Israelites to bring you pure oil of pressed olives for the light, to keep the lamps burning continually.3Ngaphandle kwesihenqo sobufakazi, etendeni lomhlangano, u-Aharoni uyosilungisa kusukela kusihlwa kuze kube sekuseni phambi kwend iNKOSInd* njalo. Lesi yisimiso esibekiwe saphakade ezizukulwaneni zenu.מִחוּץ֩ לְפָרֹ֨כֶת הָעֵדֻ֜ת בְּאֹ֣הֶל מוֹעֵ֗ד יַעֲרֹךְ֩ אֹת֨וֹ אַהֲרֹ֜ן מֵעֶ֧רֶב עַד־בֹּ֛קֶר לִפְנֵ֥י יְהוָ֖ה תָּמִ֑יד חֻקַּ֥ת עוֹלָ֖ם לְדֹרֹֽתֵיכֶֽם׃Outside the veil of the Testimony in the Tent of Meeting, Aaron is to tend the lamps continually before the LORD from evening until morning. This is to be a permanent statute for the generations to come.4Uyohlela izibani njalo phezu kothi lwezibani oluhlanzekile phambi kwend iNKOSInd*.עַ֚ל הַמְּנֹרָ֣ה הַטְּהֹרָ֔ה יַעֲרֹ֖ךְ אֶת־הַנֵּר֑וֹת לִפְנֵ֥י יְהוָ֖ה תָּמִֽיד׃ פHe shall tend the lamps on the pure gold lampstand before the LORD continually.
5Thatha ufulawa ocolekile, ubhake ngawo izinkwa eziyishumi nambili; isinkwa ngasinye siyoba ngezilinganiso ezimbili zokweshumi.וְלָקַחְתָּ֣ סֹ֔לֶת וְאָפִיתָ֣ אֹתָ֔הּ שְׁתֵּ֥ים עֶשְׂרֵ֖ה חַלּ֑וֹת שְׁנֵי֙ עֶשְׂרֹנִ֔ים יִהְיֶ֖ה הַֽחַלָּ֥ה הָאֶחָֽת׃You are also to take fine flour and bake twelve loaves, using two-tenths of an ephah for each loaf,6Zibeke zibe yimigqa emibili, izinkwa eziyisithupha emgqeni ngamunye, phezu kwetafula elihlanzekile lapho kukhona \nd iNKOSI\nd*.וְשַׂמְתָּ֥ אוֹתָ֛ם שְׁתַּ֥יִם מַֽעֲרָכ֖וֹת שֵׁ֣שׁ הַֽמַּעֲרָ֑כֶת עַ֛ל הַשֻּׁלְחָ֥ן הַטָּהֹ֖ר לִפְנֵ֥י יְהוָֽה׃and set them in two rows—six per row—on the table of pure gold before the LORD.7Phezu komugqa ubeke inhlaka yempepho ehlanzekile. Iyoba yingxenye yesinkwa eyisikhumbuzo, umnikelo womlilo owenzelwa \nd iNKOSI\nd*.וְנָתַתָּ֥ עַל־הַֽמַּעֲרֶ֖כֶת לְבֹנָ֣ה זַכָּ֑ה וְהָיְתָ֤ה לַלֶּ֨חֶם֙ לְאַזְכָּרָ֔ה אִשֶּׁ֖ה לַֽיהוָֽה׃And you are to place pure frankincense near each row, so that it may serve as a memorial portion for the bread, a food offering to the LORD.8Ngosuku lokuphumula, ngosuku lokuphumula, uyoyihlela njalo phambi kwend iNKOSInd*. Iyovela kubantu bakwa-Israyeli, ibe yisivumelwano saphakade.בְּי֨וֹם הַשַּׁבָּ֜ת בְּי֣וֹם הַשַּׁבָּ֗ת יַֽעַרְכֶ֛נּוּ לִפְנֵ֥י יְהוָ֖ה תָּמִ֑יד מֵאֵ֥ת בְּנֵֽי־יִשְׂרָאֵ֖ל בְּרִ֥ית עוֹלָֽם׃Every Sabbath day the bread is to be set out before the LORD on behalf of the Israelites as a permanent covenant.9Iyoba ngeka-Aharoni namadodana akhe, bayidle endaweni engcwele, ngoba iyinto engcwelengcwele kuye evela eminikelweni yomlilo yend iNKOSInd*, isabelo esimisiwe saphakade.”וְהָֽיְתָה֙ לְאַהֲרֹ֣ן וּלְבָנָ֔יו וַאֲכָלֻ֖הוּ בְּמָק֣וֹם קָדֹ֑שׁ כִּ֡י קֹדֶשׁ֩ קָֽדָשִׁ֨ים ה֥וּא ל֛וֹ מֵאִשֵּׁ֥י יְהוָ֖ה חָק־עוֹלָֽם׃ סIt belongs to Aaron and his sons, who are to eat it in a holy place; for it is to him a most holy part of the food offerings to the LORD—his portion forever.”
10Indodana yowesifazane wakwa-Israyeli, eyayiyindodana yendoda yaseGibhithe, yaphuma phakathi kwenzalo ka-Israyeli. Indodana yalowo wesifazane wakwa-Israyeli nendoda yakwa-Israyeli balwa ekamu.וַיֵּצֵא֙ בֶּן־אִשָּׁ֣ה יִשְׂרְאֵלִ֔ית וְהוּא֙ בֶּן־אִ֣ישׁ מִצְרִ֔י בְּת֖וֹךְ בְּנֵ֣י יִשְׂרָאֵ֑ל וַיִּנָּצוּ֙ בַּֽמַּחֲנֶ֔ה בֶּ֚ן הַיִּשְׂרְאֵלִ֔ית וְאִ֖ישׁ הַיִּשְׂרְאֵלִֽי׃Now the son of an Israelite mother and an Egyptian father went out among the Israelites, and a fight broke out in the camp between him and an Israelite.11Indodana yalowo wesifazane wakwa-Israyeli yaliphimisa igama, yase iqalekisa. Base beyiletha kuMose. Igama likanina kwakunguShelomithi, indodakazi kaDibri, wesizwe sakwaDani.aNoma: yaligagula igama.וַ֠יִּקֹּב בֶּן־הָֽאִשָּׁ֨ה הַיִּשְׂרְאֵלִ֤ית אֶת־הַשֵּׁם֙ וַיְקַלֵּ֔ל וַיָּבִ֥יאוּ אֹת֖וֹ אֶל־מֹשֶׁ֑ה וְשֵׁ֥ם אִמּ֛וֹ שְׁלֹמִ֥ית בַּת־דִּבְרִ֖י לְמַטֵּה־דָֽן׃The son of the Israelite woman blasphemed the Name with a curse. So they brought him to Moses. (His mother’s name was Shelomith daughter of Dibri, of the tribe of Dan.)12Bayigcina esitokisini ukuze kucaciswe kubo ngalokho \nd iNKOSI\nd* eyokusho.aNgokwezwi nezwi: ukuze kucaciswe kubo ngokomlomo weNKOSI.וַיַּנִּיחֻ֖הוּ בַּמִּשְׁמָ֑ר לִפְרֹ֥שׁ לָהֶ֖ם עַל־פִּ֥י יְהוָֽה׃ פThey placed him in custody until the will of the LORD should be made clear to them.
13\nd iNKOSI\nd* yakhuluma kuMose, yathi:וַיְדַבֵּ֥ר יְהוָ֖ה אֶל־מֹשֶׁ֥ה לֵּאמֹֽר׃Then the LORD said to Moses,14“Khiphela oqalekisile ngaphandle kwekamu. Bonke abamzwile mababeke izandla zabo ekhanda lakhe, bese lonke ibandla limkhanda ngamatshe.הוֹצֵ֣א אֶת־הַֽמְקַלֵּ֗ל אֶל־מִחוּץ֙ לַֽמַּחֲנֶ֔ה וְסָמְכ֧וּ כָֽל־הַשֹּׁמְעִ֛ים אֶת־יְדֵיהֶ֖ם עַל־רֹאשׁ֑וֹ וְרָגְמ֥וּ אֹת֖וֹ כָּל־הָעֵדָֽה׃“Take the blasphemer outside the camp, and have all who heard him lay their hands on his head; then have the whole assembly stone him.15Ukhulume nenzalo ka-Israyeli, uthi: ‘Uma umuntu, noma yimuphi umuntu, eqalekisa uNkulunkulu wakhe, uyothwala isono sakhe.וְאֶל־בְּנֵ֥י יִשְׂרָאֵ֖ל תְּדַבֵּ֣ר לֵאמֹ֑ר אִ֥ישׁ אִ֛ישׁ כִּֽי־יְקַלֵּ֥ל אֱלֹהָ֖יו וְנָשָׂ֥א חֶטְאֽוֹ׃And you are to tell the Israelites, ‘If anyone curses his God, he shall bear the consequences of his sin.16Noma ubani ophimisa igama elithi “\nd iNKOSI\nd*” nakanjani uyobulawa; lonke ibandla liyomkhanda ngamatshe. Isihambi esihlala ezweni siyobulawa njengowokuzalwa ezweni lapho siphimisa lelo gama.וְנֹקֵ֤ב שֵׁם־יְהוָה֙ מ֣וֹת יוּמָ֔ת רָג֥וֹם יִרְגְּמוּ־ב֖וֹ כָּל־הָעֵדָ֑ה כַּגֵּר֙ כָּֽאֶזְרָ֔ח בְּנָקְבוֹ־שֵׁ֖ם יוּמָֽת׃Whoever blasphemes the name of the LORD must surely be put to death; the whole assembly must surely stone him, whether he is a foreign resident or native; if he blasphemes the Name, he must be put to death.17Uma umuntu ebulala noma yimuphi umuntu, nakanjani uyobulawa.וְאִ֕ישׁ כִּ֥י יַכֶּ֖ה כָּל־נֶ֣פֶשׁ אָדָ֑ם מ֖וֹת יוּמָֽת׃And if a man takes the life of anyone else, he must surely be put to death.18Obulala isilwane uyosinxephezela: ukuphila esikhundleni sokuphila.וּמַכֵּ֥ה נֶֽפֶשׁ־בְּהֵמָ֖ה יְשַׁלְּמֶ֑נָּה נֶ֖פֶשׁ תַּ֥חַת נָֽפֶשׁ׃Whoever kills an animal must make restitution—life for life.19Uma umuntu ebangela ukukhubazeka kumuntu wakubo, njengoba enzile, kanjalo kuyokwenziwa kuye:וְאִ֕ישׁ כִּֽי־יִתֵּ֥ן מ֖וּם בַּעֲמִית֑וֹ כַּאֲשֶׁ֣ר עָשָׂ֔ה כֵּ֖ן יֵעָ֥שֶׂה לּֽוֹ׃If anyone injures his neighbor, whatever he has done must be done to him:20ukwephuka esikhundleni sokwephuka, iso esikhundleni seso, izinyo esikhundleni sezinyo. Njengoba ebangele ukukhubazeka kumuntu, kuyobangelwa kanjalo nakuye.שֶׁ֚בֶר תַּ֣חַת שֶׁ֔בֶר עַ֚יִן תַּ֣חַת עַ֔יִן שֵׁ֖ן תַּ֣חַת שֵׁ֑ן כַּאֲשֶׁ֨ר יִתֵּ֥ן מוּם֙ בָּֽאָדָ֔ם כֵּ֖ן יִנָּ֥תֶן בּֽוֹ׃fracture for fracture, eye for eye, tooth for tooth. Just as he injured the other person, the same must be inflicted on him.21Obulala isilwane uyosinxephezela, kodwa obulala umuntu uyobulawa.וּמַכֵּ֥ה בְהֵמָ֖ה יְשַׁלְּמֶ֑נָּה וּמַכֵּ֥ה אָדָ֖ם יוּמָֽת׃Whoever kills an animal must make restitution, but whoever kills a man must be put to death.22Kuyoba khona isahlulelo esisodwa kini; siyoba ngesifanayo esihambini esihlala ezweni nakowokuzalwa ezweni, ngoba mina, \nd iNKOSI\nd*, nginguNkulunkulu wenu.’”מִשְׁפַּ֤ט אֶחָד֙ יִהְיֶ֣ה לָכֶ֔ם כַּגֵּ֥ר כָּאֶזְרָ֖ח יִהְיֶ֑ה כִּ֛י אֲנִ֥י יְהוָ֖ה אֱלֹהֵיכֶֽם׃You are to have the same standard of law for the foreign resident and the native; for I am the LORD your God.’”23UMose wakhuluma nenzalo ka-Israyeli, base bekhiphela oqalekisile ngaphandle kwekamu, bamkhanda ngamatshe. Inzalo ka-Israyeli yenza njengoba \nd iNKOSI\nd* yayimyale uMose.וַיְדַבֵּ֣ר מֹשֶׁה֮ אֶל־בְּנֵ֣י יִשְׂרָאֵל֒ וַיּוֹצִ֣יאוּ אֶת־הַֽמְקַלֵּ֗ל אֶל־מִחוּץ֙ לַֽמַּחֲנֶ֔ה וַיִּרְגְּמ֥וּ אֹת֖וֹ אָ֑בֶן וּבְנֵֽי־יִשְׂרָאֵ֣ל עָשׂ֔וּ כַּֽאֲשֶׁ֛ר צִוָּ֥ה יְהוָ֖ה אֶת־מֹשֶֽׁה׃ פThen Moses spoke to the Israelites, and they took the blasphemer outside the camp and stoned him. So the Israelites did as the LORD had commanded Moses.